Aubrey Qwana - Ngicel' ubuye - traduction des paroles en anglais

Paroles et traduction Aubrey Qwana - Ngicel' ubuye




Ngicel' ubuye
I Want You Back
Ooh, ngik′zamile konke
Oh, I've tried everything
Ngashis' impempho, akulungi
I beg, it's no good
Ng′yathandaz' akulungi
I pray, it's no good
Umama wami wathi
My mother said
Wena uzongikhumbula umusuhleli eboshi uwedwa
You will remember me better alone
Wonke lamagama akho, eh
All your words, yeah
Manje ayangibuyela
Now they're coming back to me
Yingakho beng'cel′ ubuye
That's why I wanted you back
Beng′cel' ubuye
I wanted you back
Uzongikhanyisela indlela yami
You will light up my way
Yingakho beng′cel' ubuye
That's why I wanted you back
Beng′cel' ubuye
I wanted you back
Uzongilungisela indlela yami
You will prepare my way
Ngik′phoxile, ng'yazi
I regret, I know
Ngik'hethile ng′yazi
I chose, I know
Ngalokhu ngingalaleli
With this I don't listen
Ngingalaleli
I don't listen
Wena ukudelile konke empilweni yakho
You have sacrificed everything in your life
Uzamela mina ikusasa
You try for my tomorrow
Uzamela mina impilo engcono
You try for my better life
Mama wami you′re my idol
My mother, you're my idol
Ofana nawe akaze ngamubona, eh
Like you, I've never seen anyone, yeah
Mama wami you're my idol
My mother, you're my idol
Ofana nawe akaze ngamthola
Like you, I've never found anyone
Nasebusuku akulaleki
I can't sleep at night
Ngikhumbula amazw′ akho
I remember your words
Ngikhumbula imiyalelo yakho
I remember your instructions
Oh, ng'yakucela nkosi, buyis′ umama
Oh, I beg you, Lord, bring my mother back
Yingakho beng'cel′ ubuye
That's why I wanted you back
Beng'cel' ubuye
I wanted you back
Uzongikhanyisela indlela yami
You will light up my way
Yingakho beng′cel′ ubuye
That's why I wanted you back
Beng'cel′ ubuye
I wanted you back
Uzongilungisela indlela yami
You will prepare my way
Umama wami wathi
My mother said
Wena uzongikhumbula umusuhleli eboshi uwedwa
You will remember me better alone
Wonke lamagama akho, eh
All your words, yeah
Manje ayangibuyela
Now they're coming back to me
Yingakho beng'cel′ ubuye
That's why I wanted you back
Beng'cel′ ubuye
I wanted you back
Uzongikhanyisela indlela yami
You will light up my way
Yingakho beng'cel' ubuye
That's why I wanted you back
Beng′cel′ ubuye
I wanted you back
Uzongilungisela indlela yami
You will prepare my way





Writer(s): Aubrey Qwana, Xolani "nator" Tshabalala


Attention! N'hésitez pas à laisser des commentaires.