Nala - Malusi Wami текст песни

Текст песни Malusi Wami - Nala




UJehova ungumalusi wami, angiyikuswela
Uyangilalisa emadlelweni aluhlaza
Uyangiyisa ngasemanzini okuphumula
Ubuyisa umphefumulo wami
Uyangihola ezindleleni zokulunga
Ngenxa yegama lakhe
Noma ngihamba esigodini sethunzi lokufa
Angesabi okubi, ngokuba wena unami
Intonga yakho nodondolo lwakho
Ziyangiduduza
Ulungisa itafula phambi kwami
Ebusweni bezitha zami
Ugcoba ikhanda lami ngamafutha
Indebe yami iyachichima
Impela okuhle nomusa kuyakungilandela
Imihla yonke yokuphila kwami
Ngiyakuhlala endlini kaJehova
Kuze kube phakade.
Songwords added by the singer, Nala





Внимание! Не стесняйтесь оставлять отзывы.