Big Zulu - Ak'laleki (feat. Kwesta) текст песни

Текст песни Ak'laleki (feat. Kwesta) - Big Zulu



Udlunwe Nkabi
Ayi mfana akoyoma kowabo impela manje asidlali ney'ngane
Nx ayi suka
Kwesta
Bathi yaz mama ak'laleki mangine mali ak'laleki
Uyaz' mama ang'bambeki manginemali ang'bambeki
Amabini amathathu mudle mali yakhe ak'laleki
Amabini amathathu mudle mali yakhe ak'hambeki
87 siginqi sondo kusano k'duma iCaracara
Kushi iStoep emakasana inkabi zigova isphakaphaka
Amaphepha angena eze eyiqede yonke indabandaba
Kush' ugodoba sphethe ingudu silokho sidlala iNkalakatha
Amabili abandayo inkabi ayizondi thina aboKhuzwayo
Yithina abaphuzwayo dedela igazi ungi'thintele ok'funayo
Ngik'tholele ok'shunqayo noma ok'phuzwayo yi wine le nukayo
Mangingena ubo sabela ngphuz ibhodlela elibizayo
Ak'laleki maunemali shwele mama ang'thandeki mang'ngabhlabi
Ang'phampeki mak'ngenani
Ngizwe mama ang'phatheki mang'ngayphathi
Ak'jaiveki mang'ngaydali
Ebantwaneni ang'bukeki mang'ngaykhami
Ng'bulala u Van Damme, kusho Umsindo ak'laleki maunemali
Spheth' amachankura mama senga jabula
Ng'bize u money spender for the night usengang' lawula
Ngik'tholele okok'qabula, yini sew'yazamula
Kubuhlungu intliziyo yaz senga phola maungang'qabula
Bathi yaz mama ak'laleki mangine mali ak'laleki
Uyaz mama ang'bambeki manginemali ang'bambeki
Amabini amathathu mudle mali yakhe ak'laleki
Amabini amathathu mudle mali yakhe ak'hambeki
Umsebenzi ungfakela uk'shisa
Sengze late for itaxi yokugcina
Ngfike ighetto ng'bhele amajita
Squbul' icrate sibambe amabhiya
Sibize ama pentshis' nawo azos' siza
Ushintsh' aw'theshi s'pheth' amaclipa
Kukhish' ama kepisi khanda liya sinda
Ozenza sexy uthelwa nge spinza
Yith laba beze bapeth ushit la
Yinkalabez eybeke istin' la
Sireyi imaxi taxi yemjiva
Bese kuwi phenti estrip club mpintshi yam
Bheka amajet endiza zinja zipheth iy'dakamizwa
Mauth uyabheka umbhede yangbhiza
Kodwa ak'laleki ngizow' shaya ngomzimba
Bath yaz mama ak'laleki mangine mali ak'laleki
Uyaz mama ang'bambeki manginemali ang'bambeki
Amabini amathathu mudle mali yakhe ak'laleki
Amabini amathathu mudle mali yakhe ak'hambeki
Ayi zofika ngo doti ngath aniboni bafana intsimbi ayigobi
Ngthin ntsini ayingoni, ngyab'hlaba la bantwana ibhiya ayiboli
Ithini intombi ayiqomi dedela ublood mama sityi ubomi
Sengphathis umlungu isangoma samshaya ama yellowbone
Amabhiya angenile nthatha kusa sihamba ngamabonda siphula amabhodlela
Othand' uk'buka siphuma ngama corner
Siy'nkabi zakhona amaTycoon siphila namabhoza
Sishiya kumanz phantsi woza sik'thele ungabulawa ukoma
Izwa le ngoma "Oh babe ongbona,
Buka le ndoda aw'bheke iyanghlola"
Phuza amadoda kodwa ntombi uzong'qoma
Caster Semenya ngathi ufana nendoda
Siphume kanje ayi bhuti uzontshontsha
Kphela amabhiya kohlwa bhuti ng'zoy khona
Buka amavinqa kodwa mfana uzo founa
Thenge nebhiya kodwa ufuna siyo jola
Bath yaz mama ak'laleki mangine mali ak'laleki
Uyaz mama ang'bambeki manginemali ang'bambeki
Amabini amathathu mudle mali yakhe ak'laleki
Amabini amathathu mudle mali yakhe ak'hambeki
Bath yaz mama ak'laleki mangine mali ak'laleki
Uyaz mama ang'bambeki manginemali ang'bambeki
Amabini amathathu mudle mali yakhe ak'laleki
Amabini amathathu mudle mali yakhe ak'hambeki



Авторы: Mandlenkosi Cebekhulu


Big Zulu - Ak'Laleki
Альбом Ak'Laleki
дата релиза
07-05-2019




Внимание! Не стесняйтесь оставлять отзывы.