Текст песни Unkulunkulu Uyangithanda - Live - Joyous Celebration
Kule
minyak'
engaka
ngidlal'
ukuhluphek'
emhlabeni
Kule
minyak'
engaka
ngidlal'
usiz'
emhlabeni
Kant'
uNkulunkulu
uphambi
kwami
Uphambi
kwami
uyangihlolel'
emadlelwen'
aluhlaza
Kule
minyak'
engaka
ngidlal'
ukuhluphek'
emhlabeni
Kule
minyak'
engaka
ngidlal'
usiz'
emhlabeni
Kant'
uJehova
uphambi
kwami,
uphambi
kwami
Uyanginqobela
njal'
izitha
zami
Ngazula
ngazula
ngazula
ngamihla
le
ngifuna
lenhlanhl'
engaka
Kant'
ukhon'
ongithandayo,
kant'
ukhon'
ongithandayo
(Hhaybo!)
Mina
ngithi
ngazula
ngazula
ngazula
ngamihla
le
ngifuna
lenhlanhl'
engaka
Kant'
ukhon'
ongithandayo,
kant'
ukhon'
ongithandayo
(Hhey!)
Hhey
uyang'thanda
loJesu
(uNkulunkulu
uyangithanda)
Yen'
uyang'thanda
(bengingazi
uyangithanda
nami)
Ung'thanda
noma
nginjena
(uyang'thanda)
oh
mina
nginjena
(Kant'
ubathanda
bonke
abantu)
UNkulunkulu
uyangithanda
(uNkulunkulu
uyangithanda)
Yen'
uyang'thanda
(bengingazi
uyangithanda
nami)
Ung'thanda
noma
nginjena
(uyang'thanda)
oh
mina
nginjena
(Kant'
ubathanda
bonke
abantu)
Kant'
uJehova
mkhulu
kangaka
kimi
Uyaz'
uJehova
ubonis'
ubukhulu
bakhe
kimi
Ngiyobonga
ngithini
na?
Ngiyobonga
ngithini
na
kuye?
Kant'
uJehova
mkhulu
kangaka
kimi
Uyaz'
uJehova
ubonis'
ubukhulu
bakhe
kimi
Ngiyobonga
ngithini
na?
Ngiyobonga
ngithini
na
kuye?
Wangikhiph'
eGipite
ubaba!
(Wangikhiph'
eGipite
ezweni
lobugqila)
Wangifak'
ekukhanyeni!
(Wangifak'
ekukhanyeni)
Bheka
kuyakhanya
manje
(kuyakhanya
manje)
ah
manje
(Kuyakhanya
manje)
ah
manje
Wangikhiph'
eGipite
ubaba!
(Wangikhiph'
eGipite
ezweni
lobugqila)
Wangifak'
ekukhanyeni!
(Wangifak'
ekukhanyeni)
Bheka
kuyakhanya
manje
(kuyakhanya
manje)
ah
manje
(Kuyakhanya
manje)
ah
manje
Ngiza
Kuwe
Guqabadela
kaSomnganisi
Chibi
elinomqwazi
phezulu
Ubizwa
yimi
uK'lashi
lo
Induna
yeyinsizwa
ngoba
phela
nalapha
ayikho
Insizwa
eshintsha
amagiya
ingabonisananga
nami
Umvelase
wase
bathenjini
abasenga
inkomo
izele
Qhudeni
ka
guda
ongawadli
amathibane
Angadla
amathibane
ngabe
indlala
iwile
Mnisi
wemvula
ilanga
libalele,
Ngoza
kaGabadela
Ngibonga
Kuwe
Jehovah
ngoku
ngihlanganisa
nanangu
Umlisa
okhanya
amasi
esiswini
ophela
eduze
ngobude
Awubheke
phela
namhlanje
ubizwa
yimi
Somnini
nanini
Simakade
wezulu
Wena
owakhipha
abantwana
bakwa
Israel
Esigodini
sasegibhithi
wababeka
ezweni
lesethembiso
Umukhulu
ke
Jehovah
wena
owabuyisa
umfana
uLazaru
eselusa
Amadada
wavuka
wazidlela
amapholisi
umfana
Ngisho
Kuwe
Kristu
Jesu
dwala
laphakade
Wundlu
likaNkulunkulu
elisusa
izoni
zonke
Wuwe
wedwa
umthokozisi
wezinhliziyo
zethu,
umenzi
wezimangaliso
Wena
owathatha
amanzi
wawaphendula
wawenza
Iwayini
bahlanganisa
izandla
bakhuza
uAmeni
bonke
abantu
Mana
njalo
Nginguye
uNginguye,
mlilo
oqothulayo,
nsimbi
edla
ezinye
Ngabe
ngiyaqhubeka
manje
uSimakade
akaqedwa
Nazi
ney'nsizwa
nentokazi
la
eceleni
ithi
ifun'
uk'shay'
ingoma
Asambe!
UNkulunkulu
uyangithanda
(uNkulunkulu
uyangithanda)
Yen'
uyang'thanda
(bengingazi
uyangithanda
nami)
Ung'thanda
noma
nginjena
(uyang'thanda)
oh
mina
nginjena
(Kant'
ubathanda
bonke
abantu)
US'makade
uyangithanda
(uNkulunkulu
uyangithanda)
Yen'
uyang'thanda
(bengingazi
uyangithanda
nami)
Yen'
ung'thanda
noma
nginjena
(uyang'thanda)
oh
mina
nginjena
(Kant'
ubathanda
bonke
abantu)
Noma
ngine
zono
zami
mina
ezinje
(uNkulunkulu
uyangithanda)
Noma
nginamacala
mina
wami
enje
(bengingazi
uyangithanda
nami)
UNkulunkulu
useduze
kwami
njalo
(uyang'thanda)
oh
njalo
(Kant'
ubathanda
bonke
abantu)
O
noma
ngine
zono
zami
mina
ezinje
(uNkulunkulu
uyangithanda)
Noma
nginamacala
mina
wami
nginje
(bengingazi
uyangithanda
nami)
UNkulunkulu
eseduze
kwami
njalo
(uyang'thanda)
aw'njalo
(Kant'
ubathanda
bonke
abantu)
Wangikhiph'
eGipite
ubaba!
(Wangikhiph'
eGipite
ezweni
lobugqila)
Wangifak'
ekukhanyeni!
(Wangifak'
ekukhanyeni)
Bheka
kuyakhanya
manje
(kuyakhanya
manje)
ah
manje
(Kuyakhanya
manje)
ah
manje
Ubaba!
Wangikhiph'
eGipite!
(Wangikhiph'
eGipite
ezweni
lobugqila)
Wangifak'
ekukhanyeni!
(Wangifak'
ekukhanyeni)
Bheka
kuyakhanya
manje
(kuyakhanya
manje)
ah
manje
(Kuyakhanya
manje)
ah
Nkos'
yami
Yen'
wangikhiph'
eGipite
ubaba!
(Wangikhiph'
eGipite
ezweni
lobugqila)
Wangifak'
ekukhanyeni!
(Wangifak'
ekukhanyeni)
Ngiyabonga
weSimakade
(kuyakhanya
manje)
ah
manje
(Kuyakhanya
manje)
ah
manje
1 Umbhedesho
2 Izibongo Zenkosi - Live
3 Uyangihola
4 Nguye Inkosi - Live
5 Mthunzi Wami - Live
6 Hay' Inyweba
7 Prayer - Live
8 Akukho Okungenzeki
9 Ulithemba Lami
10 Lona Baratang
11 Yebo Ngiyazi
12 Xikwembu Xahina - Live
13 Thethelela - Live
14 Intando Emnandi - Live
15 Even Me / Kungomusa
16 Ndizokulandela - Live
17 Motho Mang Le Mang
18 Sweet Jesus
19 Unkulunkulu Uyangithanda - Live
20 Kubo Bonke Othixo
21 Muphi Umhlobo - Live
22 Dumisani
23 There Is No One Like You
24 Simakade Baba / Refreshing Times - Live
25 O Tshepo Yaka
26 Njenge Ndluzele
27 Mthembe Njalo - Live
28 Sebebuthwa - Live
29 Ke Ngwana Wa Hao - Live
30 Zulu Worship
31 Ingxangxasi - Live
32 Lekker Smakie
33 Na Ma Ta
34 Baleka
35 Jerusalema
Внимание! Не стесняйтесь оставлять отзывы.