Izingane Zoma - Isifebe Sendoda Lyrics

Lyrics Isifebe Sendoda - Izingane Zoma



Mina ngasuk' ekhaya ngithi ng'zogana
Kanti ng'zogana is'febe sendoda
(Ak'shiwo lokho, ang'kaze ngizwe k'thiw' indod' is'febe)
Indod' enjan' ebuy' ingalal' ekhaya
Mina ngagan' is'febe sendoda
(Ng'yak'khuza, ak'shiwo indoda yisoka)
Mina ngasuk' ekhaya ngithi ng'zogana
Kanti ng'zogana is'febe sendoda
(Ak'shiwo lokho, ang'kaze ngizwe k'thiw' indod' isifebe)
Indod' enjan' ebuy' ingalal' ekhaya
Mina ngagan' is'febe sendoda
(Ng'yak'khuza, ak'shiwo indoda yisoka)
Kufanele ng'thini ngob' aw'salali la endlini
Ma usuka kini, aw'zang' usuk' ngob' uzosiz' is'shimane)
Wagcina nin' ukung'khulumisa uhamb' ungabuyi la ekhaya
(Ma s'qal' uk'thandana kwase kukhon' abany' eng'thandana nabo)
Kufanele ng'thini ngob' aw'salali la endlini
(Ma usuka kini, aw'zang' usuk' ngob' uzosiz' is'shimane)
Wagcina nin' ukung'khulumisa uhamb' ungabuyi la ekhaya
Ma s'qal' uk'thandana kwase kukhon' abany' eng'thandana nabo)
Mina ngasuk' ekhaya ngithi ng'zogana
Kanti ng'zogana is'febe sendoda
(Ak'shiwo lokho, ang'kaze ngizwe k'thiw' indod' isifebe)
Indod' enjan' ebuy' ingalal' ekhaya
Mina ngagan' is'febe sendoda
(Ng'yak'khuza, ak'shiwo indoda yisoka)
Mina ngasuk' ekhaya ngithi ng'zogana
Kanti ng'zogana is'febe sendoda
(Ak'shiwo lokho, ang'kaze ngizwe k'thiw' indod' isifebe)
Indod' enjan' ebuy' ingalal' ekhaya
Mina ngagan' is'febe sendoda
(Ng'yak'khuza, ak'shiwo: indoda yisoka)
Mina ngasuk' ekhaya ngithi ng'zogana
Kanti ng'zogana is'febe sendoda
(Ak'shiwo lokho, ang'kaze ngizwe k'thiw' indod' isifebe)
Indod' enjan' ebuy' ingalal' ekhaya
Mina ngagan' is'febe sendoda
(Ng'yak'khuza, ak'shiwo: indoda yisoka)
Kufanele ng'thini ngob' aw'salali la endlini
(Ma usuka kini, aw'zang' usuk' ngob' uzosiz' is'shimane)
Wagcina nin' ukung'khulumisa uhamb' ungabuyi la ekhaya
(Ma s'qal' uk'thandana kwase kukhon' abany' eng'thandana nabo)



Writer(s): Shobeni Zwelabantu Mayise


Izingane Zoma - Msholozi
Album Msholozi
date of release
01-01-2008




Attention! Feel free to leave feedback.