Joyous Celebration - Uthandiwe - Live At The Emperors Palace / 2023 Lyrics

Lyrics Uthandiwe - Live At The Emperors Palace / 2023 - Joyous Celebration



Sawubona, kunjani kuwe?
(Beng'sacela noma imizuzu emithatu yesikhathi sakho)
Angazi nom' usang'khumbula na
Kodwa yimi loy'uNkulunkulu ohlala njalo ekuvus'ekseni
Angazi nom'uyazibona zonk'izinto engik'kwenzela zona
Skhathi sonke
(Kaz'uyazi ukuthi nalokhu konk'onakho)
Ye imisebenzi yezandla zami
Ingakho ngithi kuwe (Khumbul'ukuthi uthandiwe)
(Uhlale njalo usengqodweni yam')
Noma sengaphela konke (Noma sekuphele konke uhlale njalo waz'ukuthi, ngiyakuthanda)
Ngahlala phansi mangihlel'impilo yakho yebo
(Ngakudala ngesineke nokuqaphela)
Khumbul'ukuthi, ungumfanekiso wami wena
Mangibona wena, ng'bona mina
Nginesikhwele nawe, sdalw' esihle
(Khumbul'ukuthi uthandiwe)
(Uhlale njalo usengqodweni yam')
Noma sengaphela konke (Noma sekuphele konke uhlale njalo waz'ukuthi, ngiyakuthanda)
Ngiyak'khumbuza wena ngithi khumbula (Khumbul'ukuthi uthandiwe)
(Uhlale njalo usengqodweni yam')
Noma sengaphela konke (Noma sekuphele konke uhlale njalo waz'ukuthi, ngiyakuthanda
Ngithi khumbula wena njalo (Khumbul'ukuthi uthandiwe)
(Uhlale njalo usengqodweni yam')
(Noma sekuphele konke uhlale njalo waz'ukuthi, ngiyakuthanda)
Ey ngiyak'khumbuza sthandwa khumbula
(Khumbul'ukuthi uthandiwe)
(Uhlale njalo usengqodweni yam')
Ngiqhabang'okuhle ngawe (Noma sekuphele konke uhlale njalo waz'ukuthi, ngiyakuthanda)
Khumbul'ukuthi uthandiwe
'Uhlala njalo usengqodweni yami
Noma sekuphele konke hlale njalo waz'ukuthi, ngiyakuthanda
Ngiyak'khumbuza wena
Ngithi khumbul'ukuthi uthandiwe wena
Uhlale njalo usemicabangweni yami
Noma sekuphele konke, noma sekuphele konke, noma sekuphele konke
Remember, believe it
You're my chosen one (You are the chosen one)
Remember, believe it
You are the chosen one
Remember, believe it
Yes you are the chosen one
Remember, believe it
Yes you are the chosen one
Remember, believe it
Yes you are the chosen one
Remember, believe it
Yes you are the chosen one
Noma sekuphele konke uhlale njalo waz'ukuthi, ngiyakuthanda
Noma sekuphele konke uhlale njalo waz'ukuthi, ngiyakuthanda
Noma sekuphele konke uhlale njalo waz'ukuthi, ngiyakuthanda
Noma sekuphele konke uhlale njalo waz'ukuthi, ngiyakuthanda
Remember, believe it
Yes you are my chosen one
You remember, believe it
Remember, believe it
Remember, believe it
Remember, believe it
Khumbula, kholwa
Khumbula, kholwa
Ngak'kwazi, uses'ehlwini
Ngizokuphumelelisa njalo
Ngizokunqobela njalo
Ngizokuphilisa njalo
Ngizokunqobela
Noma kungaphela konke (Noma sekuphele konke uhlale njalo waz'ukuthi, ngiyakuthanda)
Noma sekuphele konke (Noma sekuphele konke uhlale njalo waz'ukuthi, ngiyakuthanda)
Hallelujah



Writer(s): Lindelani Mkhize, Siyanqoba Mthethwa, Mnqobi Nxumalo


Joyous Celebration - Joyous Celebration 27: Victory (Live At The Emperors Palace / 2023)




Attention! Feel free to leave feedback.