Lira - Ngiyabonga Lyrics

Lyrics Ngiyabonga - Lira



Mhm. Mhm.Mhm.
Mhm.Mhm.Mhm.
Mhm.Mhm.Mhm.
Mhm.Mhm.Mhm.
1
Mangivuka ekusen'
Ngsenokthula emoyen'
Mangivula amehlo,
Ngibon'ubuhle bemvelo,
Mangsaphefumula, mangsakhon ukuvuka, ngiboni ilanga elishaa.
Ngiyabonga mina ngiyabonga,
Ngiyabonga mina ngiyabonga,
Ngiyabonga mina ngiyabonga,
Ngiyabonga mina ngiyabonga,
Ahhaah
2
Ngiyabonga mna ngempilo yam,
Nangawonk' amathuba,
Engiphiwe wona, nengisazowathola,
Ngibong'ukbonisa umusa,
Ngbong ukubusiseka,
Nokuba nenjabulo,
Nokuthol' ukuthula hah
Go back to ahhaaha-ahahahaha
Ow-ow
Ngigcwel' ukubonga,
Mina ngigcwel' ukubonga,
Mina ngigcwel' ukubonga, ahahaha
3
Ngibonga abazali bam,
Ngibonga nabangani bam,
Ngibong'izalukazi zam,
Ngibonga imikhuleko,
Ngibonga ngalolu thando,
Oluhamba nami,
Ngibonga nay'umdali wami
Ongivuleli indlela...
X12
Ahahah.



Writer(s): Petrus Victor Mngomezulu, Tshepo Gabriel Sekele, Lerato Molapo


Lira - Feel Good
Album Feel Good
date of release
30-10-2006




Attention! Feel free to leave feedback.