Nimbus - Senzangakhona Lyrics

Lyrics Senzangakhona - Nimbus



Hhey
Kwaze kwamnandi ukujabula nani
Phela kuhle ukuzizwisa
Namhlanje siyaziwisa
Ngathi k′sasa mina ngizofika-late (Z'yawa!)
Emsebenzini
Ngathi k′sasa mina ngizofika-late
Emsebenzini
Ngathi k'sasa mina ngizofika-late
Emsebenzini
Ngathi k'sasa mina ngizofika-late
Nal′ iqiniso akusizi ukuphika, ′ma uzolala
Uphuzile uzophuza uk'fika emsebenzini namanje
Uyaphinda, uzovele uwehle ′ma uqedakujika
Ngoba is'phongo sifudumele uw′Khandashisa
Udinga is'cima, usuz′ uyabila
Uvele waz'gila ubungazi uyisigqila, awulona ivila
Ubuthi uyaphila
Yey
Mina ngathi ngizofika late (Late!)
Ngenza ngamabom' futhi (Ngamabomu)
Ngenkathi ngisemcimbini ngibone enye intombi futhi (Ntombifuthi!)
Lokho kusho into eyodwa, kugcewele i′intombi zodwa (Ntombizodwa!)
Zinhle zona kodwa ziphila is′lungu sodwa, ngikhulume noyedwa
Wang'cabuza ngathi woza, ngavele ngabona ukuthi
Ngathi k′sasa mina ngizofika-late
Emsebenzini
Ngathi k'sasa mina ngizofika-late
Emsebenzini
Ngathi k′sasa mina ngizofika-late (Nakanjani!)
Emsebenzini
Ngathi k'sasa mina ngizofika-late
Emsebenzini
Ya Ya
Ngiyakutshela-boss, i-boss yami nayo uyazi ukuthi ubani i-boss
Uqhub′ i-Porsche kodwa imina engibasa i-torch
Uphila-soft kodwa angikayi thol' i-off (Yewena!)
Angeke ngifike-early makonakala angizi ngeni (Yewena!)
Angifuni uk'vuk′ ekuseni ngisul′ i'imbici ebusweni
Ngihola imali yama gwinya inhlama eqinile
Benza engathi imali ayikho, kanti imali ifihliwe
Njengo Lumka ngithi awungiyeke nge′slungu (Awungiyeke!)
Ngidliwa ngaphakathi engathi ngigwinye i'ibungu (Awungiyeke!)
Angifuni ukucwili ngizizwise ubuhlungu
Ngiyaphuma eManzini ngoba ngiphethwe yis′Zungu
Ngifikelwe yis'vungu, kwagcwala i′inkungu
Ngakhumbula ngenkathi mina ngisase libhungu
Izinto ezinhle nami vele ng'yaz' thanda ′ma unganyisi
Ng′yahamba, uzothola omunye ozomqasha
Yey
Ngathi k'sasa mina ngizofika-late
Emsebenzini
Ngathi k′sasa mina ngizofika-late
Emsebenzini
Ngathi k'sasa mina ngizofika-late (Nakanjani!)
Emsebenzini
Ngathi k′sasa mina ngizofika-late
Emsebenzini




Nimbus - June 16 - EP
Album June 16 - EP
date of release
16-06-2019



Attention! Feel free to leave feedback.