Rebecca - Ngibe Muhle Nami Lyrics

Lyrics Ngibe Muhle Nami - Rebecca



Ngibonga wena Jesu
Uma ungibiza
Bengi... bengilahlekile
Manje ngitholakele
Yay ngiyavuma
Ngisebenzise Nkosi yami
Ngigeze baba
Ngigeze ungigezisise
Ngibe muhle nami
Bengiyintandane (bengiyintandane)
Nginge ngingenakhaya (ngingenakhaya)
Ngihamba ngilala Baba
Noma kukuphi na
Suka kimi, suka kimi sathane
Ngino (mina ngino)
Ngino Jesu wami
Uya uyangiphilisa
Ngizizwa ngimusulwa
(Yebo ngiyavuma) yebo ngiyavuma
(Ngisebenzise Baba) ngisebenzise Nkosi yam'
(Ngigeze Baba) ngigeze ungigezisise
(Ngibe muhle) ngibe muhle nam'
(Yebo ngiyavuma) yebo ngiyavuma
(Ngisebenzise Baba) ngisebenzise Nkosi yam'
(Ngigeze Baba) ngigeze ungigezisise
(Ngibe muhle) ngibe muhle nam'
(Yebo ngiyavuma) yebo ngiyavuma
(Ngisebenzise Baba) ngisebenzise Nkosi yam'
(Ngigeze Baba) ngigeze ungigezisise
(Ngibe muhle) ngibe muhle nam'
(Yebo ngiyavuma) yebo ngiyavuma
(Ngisebenzise Baba) ngisebenzise Nkosi yam'
(Ngigeze Baba) ngigeze ungigezisise
(Ngibe muhle) ngibe muhle nam'
(Ye Jesu, ye Jesu) ngibe muhle nam'
(Uhu, ngithume zonk'indawo) ngibe muhle nam'
(Oh Baba, ngithume zonk'indawo) ngibe muhle nam'
(Iyyiu hallelujah) ngibe muhle nam'
(Oh, amen amen amen, amen amen amen) ngibe muhle nam'
(Eyi, ngithume Jesu, ngithume Baba) ngibe muhle nam'



Writer(s): Peter Mokoena, S. Twala


Rebecca - Siyabonga
Album Siyabonga
date of release
22-05-2009




Attention! Feel free to leave feedback.