S'fiso Ncwane - Don't Give Up (Motivation) Lyrics

Lyrics Don't Give Up (Motivation) - S'fiso Ncwane



Right now you need Jesus in your life
You need God thank you, Jesus
Kusanethemba ngempilo yakho, kusanethemba ngek'sasa lakho
Kusanethemba nge career yakho oh
Kusanethemba ngomshado wakho
Kusanethemba ngawe, uNkulunkulu usakuthanda
(Please don't give up, don't give up)
Unganaki abantu (don't kill yourself) abakhuluma ngawe (you need Jesus right now)
Unkunkulu unenhloso ngawe (he's going to change your life)
(Come) ngiyazi abantu bahlekisa ngawe bathi awsebenzi
Awnakudla kokudla endlini, bathi uyagula unengculazi
Kodwa bek' ithemba lakho
Unkunkulu oh yeah yeah no no no no
(Please don't give up), please don't give up, (thank you, Jesus) don't give up!
Please don't give up, (you need to come back to Christ right now) no, hey!
Please don't kill yourself, no! Please don't kill yourself!
(Please don't give up), (you need to give your life to Christ right now yeah!) oh yeah
Yes! My brother you need God right now oh yeah yeah
(Please don't give up), Ungalahl' ithemba, ungalahl' ithemba oh yeah
Ungaphel' amandla
Ooh nkinga yakho ungay'tsheli umuntu
Ngoba mawutshl' umuntu uzohlekisa ngayo



Writer(s): Sfiso Ronnie Ncwane


S'fiso Ncwane - Kulungile Baba
Album Kulungile Baba
date of release
10-10-2011




Attention! Feel free to leave feedback.