S'fiso Ncwane - Uthando Lwakho Lyrics

Lyrics Uthando Lwakho - S'fiso Ncwane



Baba oh baba iyeah iyeah
Aw baba yeah
Nkulunkulu uthando lwakho
Ngithi nabantu lokhu khulu la
Bonikela ngendodana halelluja siyabonga
Sangena lapho, lapho kuthiwa baba
Angene khona angaphumi aw baba
Saphuma lapho, lapho ku kuthiwa aku akuphunywa ke
Namhla Nkosi, siyamangala, umasibheka yeah emuva ah
Kuba wena owawungenathi, ngabe safela endleleni
Sesibonga umusa wakho baba
Ukusigcina o othandweni lakho baba
Ngoba wena ke Mvelinqali, wawungenathi
Ngabe safel' endleleni
Kulendlela wawungenathi ngabe safel' endleleni
Kuba ke wena Jehova
Kuba ke wena Mvelinqangi
Kube ke wena Simakade
(Kube ke wena baba ke aw baba siyabonga Jehova)
(Kuba wena owawungenathi, ngabe safela endleleni)
Kuba wena owawungenathi baba baba
Ngabe safela endleleni baba
Baba siyabonga



Writer(s): Sfiso Ncwane, Mxolisi Mfundo Mhlongo


S'fiso Ncwane - Baba Ngiyavuma
Album Baba Ngiyavuma
date of release
01-01-2019




Attention! Feel free to leave feedback.