Sjava - Ngiyabonga Lyrics

Lyrics Ngiyabonga - Sjava



Nkosi ng'yabonga ukuthi ukwazil'ukungipha Amandla
Ng'kwazi uk'vus'umuzi kababa
K'nini ng'loku ng'zabalaza
Nkosi ng'yabonga ukuthi ukwazil'ukungipha Amandla
Ng'kwazi uk'vus'umuzi kababa
K'nini ng'loku ng'zabalaza
Manje name seng'nekhaya, uth'ujabulile umama
Uth'uk'zala uk'zelula, basheshe bahleka
Manje name seng'nekhaya, uth'ujabulile umama
Uth'uk'zala uk'zelula, basheshe bahleka
Yazi nginok'hlala phansi ngiy'buze
Ngiy'buzisise ngabe kwenzenjani na
Ngabe nkonke loku'kuphomunye
Ngoba mina nginjani, yin'ukhethemina
Nkosi yathi kimi mntanami ungaz'buzi imbuzo
Ngob'impendulo ik'lob'nzima ophuma kubo
Yakhumbula k'nzima umamakho bemhleka
Mvul'ezingapheli emgwaqeni zimnetha
Uzam'uhluleka kodw'uloku ukhuleka
Thath'iz'busiso ngob'awulahlanga ithemba
Nkosi ng'yabonga ukuthi ukwazil'ukungipha Amandla
Ng'kwazi uk'vus'umuzi kababa
K'nini ng'loku ng'zabalaza
Nkosi ng'yabonga ukuthi ukwazil'ukungipha Amandla
Ng'kwazi uk'vus'umuzi kababa
K'nini ng'loku ng'zabalaza
Manje name seng'nekhaya, uth'ujabulile umama
Uth'uk'zala uk'zelula, basheshe bahleka
Manje name seng'nekhaya, uth'ujabulile umama
Uth'uk'zala uk'zelula, basheshe bahleka
Ngoba ng'cula lengoma, ang'thand'ukuy'cula ngedwa
Nawe bekezela, nowakh'umndeni uzowakhela
Hlengiwe Mhlaba wathalalela
K'thiwe nganqamb'amanga
Buk'amanje uNkulunkulu yang'blesser
Wemama mina ng'yak'thanda mama wami
Ubaba uy'dloz'elihle empilwen'yami
Nkosi ng'yabonga ukuthi ukwazil'ukungipha Amandla
Ng'kwazi uk'vus'umuzi kababa
K'nini loku ng'zabalaza
Nkosi ng'yabonga ukuthi ukwazil'ukungipha Amandla
Ng'kwazi uk'vus'umuzi kababa
K'nini loku ng'zabalaza
Manje name seng'nekhaya, uth'ujabulile umama
Uth'uk'zala uk'zelula, basheshe bahleka
Manje name seng'nekhaya, uth'ujabulile umama
Uth'uk'zala uk'zelula, basheshe bahleka



Writer(s): ruff nkosi


Sjava - Umqhele
Album Umqhele
date of release
14-12-2018




Attention! Feel free to leave feedback.