Thinah Zungu - Lapho Esho Khona Lyrics

Lyrics Lapho Esho Khona - Thinah Zungu



Moses hamba uyegibhithe
Uyokhipha abantu bami
Ngithi hambo bakhipha
Ebugqilini buka Faro
Nkosi yami uyazi nginamalimi
Angikwazi ukubeka indaba
Kahle kodwa mawusho njalo
Ngizohamba kanye nawe
Lapho esho khona ngokuya
Ngizothemba ukusho kwakhe
Noma kwehlela nomakwenyuka
Ngizokwenz' ukusho kwakhe
Baba ngiyazi awulahlani wena
Wahamba no israel ngiyazi awulahlani
Wena uyithamba lasemandulo
No Daniel babethemba wena
ODavide babekhuleka kuwena
Awuzange ubalahle endleleni izwi
Lakho alijiki



Writer(s): Fisani


Thinah Zungu - Nginguthandiwe
Album Nginguthandiwe
date of release
16-03-2014




Attention! Feel free to leave feedback.