Khuzani - Baba KaLubhojozi paroles de chanson

paroles de chanson Baba KaLubhojozi - Khuzani



Mina ngithule nje ngiyabuka
Ooh ngithule nje ngiyabuka
Ekuseni kangaka kusempondo zankomo
Uhambuvusa abantu ubolekimali
Ekuseni kangaka ngisho kusempondozankomo uhambuvusa abantu ufuni mali
Ekuseni kangaka kwaze kwampondozakomoo
Uhambuvusa abantu ufunimali
Wenuzofunimali kithi kanjani uma uholile uyasibalekela wenuzobolekimali kithi kanjani uma uholile uyasibalekela
Wena usufunimali kithi kanjani uma uholile usibalekela
Mina ngithule nje ngiyabuka
Ooh ngithule nje ngiyabuka
Webaba kalubhojozi uyaganga uma eholile iyagugumba wena webaba kalubhojozi uyaganga uma eholile uyagugumba
(Uma uholile uyagugumba uhamba lukeke nje)
(Uma unemali uyagugumba uhamba lukeke nje)
Njengelanga lasebusika
Ngithi njengelanga lasebusika
Webaba kalubhojozi uyaganga uma unemali uyagugumba...
Uthule nje kanti uyazi ukuthi obaba bafa kanjani uze waphahluka edakiwe
Uthule nje kanti uyazi ukuthi obaba bafa kanjani
Uthule nje kanti uyazi nje nangu ephahlukedakiwe webaba kalubhojozi uyaganga ma eholile uyagugumba
(Muvimbeni uyabaleka manje nangu eqola abantu
Nangu eqola abantu uthi akanamali nangu eqola abantu uthi akanamali nangu ekhohlisa abantu uthi akanalutho muvimbeni uyabaleka nangu ekhohlisa abantu)
The end.



Writer(s): Khuzani Mpungose


Khuzani - Isixaka Samaxoki
Album Isixaka Samaxoki
date de sortie
04-05-2017



Attention! N'hésitez pas à laisser des commentaires.