Phuzekhemisi - Bakhuzeni paroles de chanson

paroles de chanson Bakhuzeni - Phuzekhemisi



Batsheleni! Labantu batsheleni
Batsheleni basidedel' endleleni
Abasale belwa bodwa
Abasale belwa bodwa
Thina sjakg' emakhaya
Thina sjakg' emakhaya
Labantu batsheleni
Labantu bakhuzeni
Awbheki itraffic ukuthi injani
(Abasidedel' endleni weh babo)
Awbheki itraffic ukuthi injani
(Abasidedel' endleni weh babo)
Abasale belwe bodwa
(S'ye 'makhaya s'ye 'makhaya)
Abasale belwe bodwa
(Abasidedel' endleni weh babo)
Thina sjakg' emakhaya
(Abasidedel' endleni weh babo)
Thina sjakg' emakhaya
(Abasidedel' endleni weh babo)
Labantu bakhuzeni
(S'ye 'makhaya s'ye 'makhaya)
Awbhek' itraffic ukuthi injani
(Abasidedel' endleni weh babo)
Zasha phela mfoka Majazana
Bantu wayhlaba ngempela uPhuzekhemisi
Khona phansi eMkhomazi
Umfula engiwphuzayo ngiphuz' uMakhoya kade
Ngangilokhu ngibatshela kancane bethi bayoybamb' iMamba
Ngithi musan' ukuythinta bafana izonlimaza
Yabona nina enihamba nilwa emgwaqeni
Siyemakhaya thina siya emaHolidiini
Gudlukani emgwaqeni nisale nimukuzana-ke ngoba nina niyayithanda lento
Ujuluke uzube manzi kungeke ukhokhelwe umuntu
Eshe yi!
Khuphuka lapho Sbusiso khuphuka mfoka Mduna
Ngomane mfethu
Ngangilokhu ngibatshela kancane nje
Ukuthi ayi bafana asiybambeni kancane
Ngehlis' ufree wayngibheke e Potchefstroom
Angithi ngiyi'bhena nyawo nje
Eshe!
Uthini weMzamo mfoka Ndlovu
Labantu bakhuzeni
Labantu bakhuzeni
Labanu balwela emgwaqeni
Labantu balwela emgwaqeni
Awbheki itraffic ukuthi injani
Awbheki itraffic ukuthi injani
Thina sjakg' emakhaya
Salani nilwa nodwa
Salani nilwa nodwa
Nizi moore!
Batsheleni! Labantu batsheleni
(Abasidedel' endleni weh babo)
Batsheleni basidedel' endleleni (Abasidedel' endleni weh babo)
(S'ye 'makhaya s'ye 'makhaya)
Abasale belwe bodwa
(Abasidedel' endleni weh babo)
Abasale belwe bodwa
(Abasidedel' endleni weh babo)
Thina sjakg' emakhaya
(Abasidedel' endleni weh babo)
Thina sjakg' emakhaya
(S'ye 'makhaya s'ye 'makhaya)
Labantu batsheleni! (Abasidedel' endleni weh babo)
Labantu bakhuzeni! Awbhek' itraffic ukuthi injani
Awbhek' itraffic ukuthi injani
Abasale belwa bodwa, abasale belwa bodwa
(Abasidedel' endleni weh babo)
Thina sjakg' emakhaya (Abasidedel' endleni weh babo)
Thina sjakg' emakhaya
(S'ye 'makhaya s'ye 'makhaya)
Labantu bakhuzeni! (Abasidedel' endleni weh babo)
Awbhek' itraffic ukuthi injani
(Abasidedel' endleni weh babo)
Batsheleni! (Abasidedel' endleni weh babo)
Labantu batsheleni! (S'ye 'makhaya s'ye 'makhaya)
Batsheleni basi (Abasidedel' endleni weh babo)



Writer(s): Zibokwakhe Johnston Mnyandu


Phuzekhemisi - Sinenkinga Ndabezitha
Album Sinenkinga Ndabezitha
date de sortie
20-10-2017




Attention! N'hésitez pas à laisser des commentaires.