Buhlebendalo - Umenzani текст песни

Текст песни Umenzani - Buhlebendalo



Simbonile ekhala
Angaz' ukuthi umenzani
Wam'hlukumeza umenzani
Simbonile ekhala
Angaz' ukuthi umenzani
Wam'hlukumeza umenzani
Mvelingqangi, waleth' ingane
Laph' emhlabeni, kuthi ikhulise isizwe
Kodwa wena wenzani
Uyithathela ubusha ingane
Tshele senzeni, ibalekele kuphi ingane
Oh, umenzani wam'hlukumeza umenzani
Ay, umenzani, Wam'hlukumeza umenzani
Bab' umonganeli
Onake isizwe sakho
Vikela abantu bakho
Ngoba siyashabalala
Nawe makhelwane
Ingane yami eyakho
Sikhuliseni isizwe, sibambaneni
Ngoba simbonile ekhala
Angazi ukuthi umenzani
Wam'hlukumeza umenzani
Umtanomuntu Umenzani Wam'hlukumeza
Umenzani wam'hlukumeza umenzani



Авторы: Sipho Sithole, Buhle Getrude Mda, Sthembiso Twala


Buhlebendalo - Chosi
Альбом Chosi
дата релиза
05-06-2020




Внимание! Не стесняйтесь оставлять отзывы.