Nimbus - Magnet текст песни

Текст песни Magnet - Nimbus



Umayibutho. Umayibutho. Umayibutho
Lengoma imnandi njengo Mayibutho
Umayibutho, ikudonsa njengo mayibutho
Umayibutho, ikudonsa njengo mayibutho
Lengoma umayibutho, ikudonsa njengo mayibutho
UMayibutho (Ikudonsa njengo mayibutho)
Kwenzekan′ kulomhlaba? Angazi ukuthi sibangani
As'vele sibe abangani, ngishaya ngesiZulu
Wen′ uSha'ngan'?
Sangen′, sangen′, sashiya abanye besangene
Abahlukanisa okuhlangene, ngiyaqondanisa
Umakuphambene
Siyahamba manje wokhonz' ekhaya
Ozos′vimba sizomshaya ngempama
Ngizokushaya age-verse uzukhale
Sibhema intsango ngoba as'phuz′ utshwala
UNimbus lo, awuyeke ukubuza ubani
Nakhu kusobala kodwa ubuza ubona
Angihambi ebusuku ngoba inkunzi ikhona
Lezi gebengu ngathi zibon' inkomo
Sobavala umlomo (Thula!)
"Masesidlula bazoval′ uthule (Thula!)
Ngisazoyenza izinto ezinkulu, ngihamba naboMkhulu boMkhulu
Unkulunkulu ngamanye amazwi. Lengoma lena
Usazoyi qala phansi. Umqondo wami unyuka umqansi
Ngicobhoz' enkini, ngibhale phansi
UMayibutho imnandi njengoMayibutho
UMayibutho ikudonsa njengoMayibutho
Lengoma uMayibutho, ikudonsa njengoMayibutho
UMayibutho ikudonsa njengoMayibutho
Phambi kokuthi ngicobhoz' enkini
Ngiyacabanga ukuthi kumele ngithini
Angivele ngisho nomayini, kuphuma enhlizweni yami
Hhayi esiswini
Iqiniso ukuthi; impilo yami angiyithandi, ngezinye
Izinkathi ng′vele ng′fise ukuzibona ngisezansi
Ngishone phansi, ngivele ngigwinwe ngumhlabathi
Noma ngibuyele esiswini saMama ngivele ngiqale phansi (Ngqi!)
Yeeey! Nawu lomhlaba ungigila, kungithathe isikhathi
Eside sokuhola ngithole imali yombila
Kungithathe isikhathi eside sokubona ukuthi sonke
Sizigqila
Sifela iphepha ekuthiwa yimali khona sizophila
(Yeey!)
UMayibutho imnandi njengoMayibutho
UMayibutho ikudonsa njengoMayibutho
Lengoma uMayibutho, ikudonsa njengoMayibutho
UMayibutho ikudonsa njengoMayibutho
Qhumisa ibhodlela, Gxamalaza uphume uJovela
Ubhiyozele ukuthi impumelelo iyasondela
Ubovala umlomo maw' khohlela, awuboni ukuthi
Uyangithimsela
Ngiyayikhanda indlela, ebumnyameni nginjenge khandlela
(Ntombazaaane)
Girl, now you think I′m cooler (Ntombazaaane)
Well, Karma is a bitch and her last name is Sutra
Kusho ukuthi induku bazoyisutha, ngizohlasela amafutha
Ngisazokuxoxela mangibuya
UMayibutho imnandi njengoMayibutho
UMayibutho ikudonsa njengoMayibutho
Lengoma uMayibutho, ikudonsa njengoMayibutho
UMayibutho ikudonsa njengoMayibutho




Nimbus - Nimbus
Альбом Nimbus
дата релиза
01-03-2019



Внимание! Не стесняйтесь оставлять отзывы.