Phuzekhemisi - Singazondana Sodwa текст песни

Текст песни Singazondana Sodwa - Phuzekhemisi

Singazondana sodwa yin' indaba weh-ma Afrika?

Niyakhumbula ukuthi amabhunu abesibopha
Yathi ngibazwise benzani (dala ambhunu besibopha singenze lutho)

Besihlasela ezitalatweni (dala ambhunu besibopha singenze lutho)
Nje emahostela (dala ambhunu besibopha singenze lutho)
Singazondana sodwa yin' indaba weh-ma Afrika?
Singazondana sodwa yin' indaba weh-ma Afrika?
Weh-ma Afrika? Weh-ma Afrika?
(Dala ambhunu besibopha singenze lutho) weh-ma Afrika?
We-ma Afrika? (Dala ambhunu besibopha singenze lutho), leth' iPasi usebenzaphi?
(Dala ambhunu besibopha singenze lutho)
Nje emahostela (dala ambhunu besibopha singenze lutho)
Zasha phela Phuzekhemesi madoda wayhlaba ngampela
Umfoka Majazana amnyama
Khona phansi ePhefeni
Umfula engiwphuzayo ng'phuza uMakhoya kade
Khona eMkhomazi, uthini umfoka ka Ngwazi lapho emabasini
Uthithi uhlahla amatayela
E Thekwini ngenyaawo bafana hhop!
Singazondana sodwa yin' indaba weh-ma Afrika?
Singazondana sodwa yin' indaba weh-ma Afrika?
Niyakhumbula ukuthi amabhunu abesibopha
Esihlasela eytalatweni (dala ambhunu besibopha singenze lutho)

L.eth' iPasi usebenzaphi?
(Dala ambhunu besibopha singenze lutho)
NjemaHhotela
(Dala ambhunu besibopha singenze lutho)
Uyakhumbula ukuthi amabhunu abesibopha
Niyakhumbula ukuthi amabhunu abesibopha
Besihlasela ezitalatweni (dala ambhunu besibopha singenze lutho)
Besisenda edholobheni (dala ambhunu besibopha singenze lutho)
Ngish' emaHostela (dala ambhunu besibopha singenze lutho)

Leth' iPasi usebenzaphi? (dala ambhunu besibopha singenze lutho)
Bhu!
Ay ngiyabuza madoda singaze sizondeke sondeke kanjani
Ngoba sisuka kude amabhunu esgqilaza
Simunye manje asthandaneni thina abantu abamnyama
Sisuka kude madoda
Ay Sizwe sakithi esimnyama ngiyasbonisa ukuthi asithandane sibemunye ngoba
Sisuka kude nalok' hlupheka esnako
Ngiloke ngikhalile sizwe sakithi, ngithi asithandaneni sibemunye sonke
Sonke thina ma Frika
A Basotho, ama Shangani nama Vhhenda simunye
Bhu!
(Dala ambhunu besibopha singenze lutho) besibopha thina
(Dala ambhunu besibopha singenze lutho) besibopha
Leth' iPasi usebenzaphi? (dala ambhunu besibopha singenze lutho)
Ngish' emaHostela (dala ambhunu besibopha singenze lutho)
Besihlasela ezitalatweni (dala ambhunu besibopha singenze lutho)
Singazondana sodwa yin' indaba weh-ma Afrika?
Singazondana sodwa yin' indaba weh-ma Afrika?
(Niyakhumbula ukuthi dala ambhunu besibopha singenze lutho)
(Niyakhumbula ukuthi dala ambhunu besibopha singenze lutho)
Leth' iPasi usebenzaphi? (dala ambhunu besibopha singenze lutho)
Leth' iPasi usebenzaphi? (dala ambhunu besibopha singenze lutho)
Besihlasela ezitalatweni (dala ambhunu besibopha singenze lutho)
Besihlasela ezitalatweni (dala ambhunu besibopha singenze lutho)
Nngish' emahostela (dala ambhunu besibopha singenze lutho)

Phuzekhemisi - Izwe Alithuthuki
Альбом Izwe Alithuthuki
дата релиза
30-07-2018

Внимание! Не стесняйтесь оставлять отзывы.