Sphawa - Amahloni текст песни

Текст песни Amahloni - Sphawa



Yini yini, aw yini ngawe
Yini yini
Iso lakho lisho okuningi ngawe
Kodwa I smile sakho sisho okuningi kimi
Yin ngathi unamahloni
Yin ngathi unamahloni mawungbona sisi
Yini ngathi unamahloni, yin ngathi unamahloni mawungbona sisi
Yin ngathi unamahloni, yin ngathi unamahloni mawungbona sisi
Yin ngathi unamahloni, Yin ngathi unamahloni mawungbona sisi
Aw sawbona wena ntombenhle
Igama ubani ngabu uMbalenhle
Lingakufanela vele awsemhle
Noma ungu Minenhle
Mina igama u Sphawa sisi ngphuma Lena ekasi
Khuluma nam uzunga Sabi ngijabulela ukukwazi
Woah!
Yazi uthe mawvela lapha ekhoneni amehlo ami avele akhetha ukuzithuma kuwe bo
Aaybo inhlanhla nomibhadi bo!
Mina angsazi bo!
Kodwa ngithe mangikbheka wena ubungibhekile
Ngavele ngabona ukuthi wena uthathekile...
Yin ngathi unamahloni
Yin ngathi unamahloni mawungbona sisi
Yini ngathi unamahloni, yin ngathi unamahloni mawungbona sisi
Yin ngathi unamahloni, yin ngathi unamahloni mawungbona sisi
Yin ngathi unamahloni, Yin ngathi unamahloni mawungbona sisi



Авторы: Sphamandla Majola


Sphawa - Uthando
Альбом Uthando
дата релиза
17-08-2019



Внимание! Не стесняйтесь оставлять отзывы.