Vusi Mahlasela - Kuyobanjani Na? текст песни

Текст песни Kuyobanjani Na? - Vusi Mahlasela



Kuyoba njani na kusasa
Uma mina nawe s'shada
Sime phambi kwomfundisi sisho sithi
Sohlukaniswa yinto yodwa kuphela, ukufa
Kuyoba njani na, kusasa
Uma mina nawe s'shada
Sime phambi kwomfudisi sithatha isinqumo sokuthi
Mina nawe, sohlukaniswa yinto yodwa kuphela, ukafa
Kuyoba njani na kusasa
Uma mina nawe s'hlezi kamnandi
Emzini wethu
Sikhulisa izingani zethu
Kuyoba njani na kusasa
Uma mina nawe s'hlezi kamnandi
Emzini wethu
Sikhulisa izingani zethu
Ngikubone uyintombi
Umuhle, ngakuthanda, ngakutusa
Ngakufaka indandatho
Namhlanje naz' iingane
Ngiyawuthand' umndeni wam'
Kuyoba njani na?
Kuyoba njani na?



Авторы: Vusi Sydney Mahlasela


Vusi Mahlasela - Silang Mabele
Альбом Silang Mabele
дата релиза
04-09-1997




Внимание! Не стесняйтесь оставлять отзывы.