Kelly Khumalo feat. Hlengiwe Mhlaba - Esphambanweni Songtexte

Songtexte Esphambanweni - Hlengiwe Mhlaba , Kelly Khumalo




Wabethelwa ngenxa yami
Esphambanweni sehlazo
Ingakho ngikudumisa
Ngithi uphakeme
Wabethelwa ngenxa yami
Esphambanweni sehlazo
Ingakho ngikudumisa
Ngithi uphakeme
Wena Jehova unesineke
Futhi uyang' khathalela
Wena Jehova uyangimangaza
Awufani awufani naba bantu
Ugcobis' ikhanda lami ngamafutha
Indebe yami iyachichima
Uhallelujah useyingoma yami
Yoku yokudumisa yhe yhe
Wabethelwa ngenxa yami
Esphambanweni sehlazo
Ingakho ngikudumisa
Ngithi uphakeme
Wabethelwa ngenxa yami
Esphambanweni sehlazo
Ingakho ngikudumisa
Ngithi uphakeme
Wena Jehova awungiyeki
Noma uyakhathazeka
Nginawe angisoze ngadangala
Phela awufani awufani nab bantu
Ugcobis' ikhanda lami ngamafutha
Indebe yami iyagcigcima
Uhallelujah useyingoma yami
Yoku yokudumisa hallelujah
Wabethelwa ngenxa yami
Esphambanweni sehlazo
Ingakho ngikudumisa
Ngithi uphakeme
Wabethelwa ngenxa yami
Esphambanweni sehlazo
Ingakho ngikudumisa
Ngithi uphakeme
Wena Jehova unesineke
Futhi uyang' khathalela
Wena Jehova uyangimangaza
Awufani awufani naba bantu
Ugcobis' ikhanda lami ngamafutha
Indebe yami iyachichima
Uhallelujah useyingoma yami
Yoku yokudumisa yhe yhe
Wabethelwa ngenxa yami
Esphambanweni sehlazo
Ingakho ngikudumisa
Ngithi uphakeme
Wabethelwa ngenxa yami
Esphambanweni sehlazo
Ingakho ngikudumisa
Ngithi uphakeme
Wabethelwa ngenxa yami
Esphambanweni sehlazo
Ingakho ngikudumisa
Ngithi uphakeme
Wabethelwa ngenxa yami
Esphambanweni sehlazo
Ingakho ngikudumisa
Ngithi uphakeme
Wabethelwa ngenxa yami
Esphambanweni sehlazo
Ingakho ngikudumisa
Ngithi uphakeme
Wabethelwa ngenxa yami
Esphambanweni sehlazo
Ingakho ngikudumisa
Ngithi uphakeme



Autor(en): Kelly Khumalo, Mondli Ngcobo


Kelly Khumalo feat. Hlengiwe Mhlaba - Esphambanweni
Album Esphambanweni
Veröffentlichungsdatum
11-09-2020



Attention! Feel free to leave feedback.