Nomfundo Moh - Abantu Songtexte

Songtexte Abantu - Nomfundo Moh




Yebo yebo
Wayengithanda
Kepha sizothini
Yiyo lento yokuvumela abantu bangene
Yebo yebo
Wayengithanda
Kepha sizothini
Yiyo lento yokuvumela abantu bangene
Bangene
Bangene othandweni
Bangene
Yiyo lento yokuvumela abantu
Bangene(oooh)
Bangene othandweni
Bangene
Yiyo lento yokuvumela abantu
Ooh
Ngangihamba
Ngizizwa ngiqolosha phela
Ngangithandwa
Bafika abantu bawona umcimbi
Sasifanelana
Into yethu beyilangazelela
Phela ngangithandwa
Bafike abantu bawona umcimbi
Baqala basixabanisa noLovey
Ooohh
Sesesikhombana ngeminwe
Singasathembani
Baqala basixabanisa noLovey
Ooohh
Sesesikhombana ngeminwe
Singasathembani
Yebo yebo
Wayengithanda
Kepha sizothini
Yiyo lento yokuvumela abantu bangene
Yebo yebo
Wayengithanda
Kepha sizothini
Yiyo lento yokuvumela abantu bangene
Bangene othandweni
Bangene
Yiyo lento yokuvumela abantu bangene
Bangene othandweni
Bangene
Yiyo lento yokuvumela abantu
Simbonile
Ngathi sek'khona umakhwapheni
Ngaqala lapho uk'hlanya ke
Ngaqala lapho uk'hlanya
Labeseli thimula kanjalo i-penguin
Ooh ngicabanga kakhulu
Yeee
Yilokhu nalokhu
Mangingedwa
Yebo yebo
Wayengithanda
Kepha sizothini
Yiyo lento yokuvumela abantu bangene
Yebo yebo
Wayengithanda
Kepha sizothini
Yiyo lento yokuvumela abantu bangene
Bangene othandweni
Bangene
Yiyo lento yokuvumela abantu bangene
Bangene othandweni
Bangene
Yiyo lento yokuvumela abantu



Autor(en): Nomfundo Ngcobo, Manqoba Martin Sosibo, Joy Njabulo Barris, Muziwokuthula Mabuza


Nomfundo Moh - Twenty Four
Album Twenty Four
Veröffentlichungsdatum
02-08-2024




Attention! Feel free to leave feedback.
//}