Zola feat. Thembisile - Don't Cry Songtexte

Songtexte Don't Cry - Zola , Thembisile




Cel' usul' izinyembez 'ungakhali
(Wuuu wu)-kuzolunga
(Shhhhhhhhhhh shhhhh)
Ungakhal'-ungakhali
Ungakhali
Ok- ola
One more time
(Don't cry)
Thul' ungakhali pls sulezo nyembezi,
Ubambisandla sami we my people ekas
Oh-thulungakhali pls sulezo nyembezi,
Ubambisandla sami we my people ekas
Oh-thul' ungakhali pls sulezo nyembezi,
Ubambisandla sami we my people ekas
Come-on thul' ungakhali pls sulezo nyembezi,
Ubambisandla sami we my people ekasi-come-
On
Bhu!!!
Kwaphinde kwaw' umatrass,
Nak' amajimbosi enza umama umfelokazi
Wakhala wakhabakhaba waphalaz' igazi
Khinxi pho! pho! pho!
Majimbos ekasi,
Bamchith' amapop corn agcwal' istrat
Sodibana boguluva lapho nidonsa majazi
Izihlobo, izelamani nabu nobufakazi
Kulelindoda emadodeni umfana kithi syamazi
Stress iphilisi nogavin
Kwenza aboguluva banukwelwe igazi,
Look I had a choice ukuth ngblome
Emakhishin,
Forget this life kumele kude ngbali mali, but I
Couldn't inkaba yami isele ekasi
It breaks my heart ngbonolov' emakhoneni
Kusho kona ukuthi imisebenzi ayitholakali
Kumanzi imicamelo abomama ngezinyembezi
So fk this lyf
Udarkie uhlal' emikhukhwini
Young black and gifted
Sesgcwele masyleni
Day after day sobalahl' emathuneni
Ishisa ngaphakathi nalengom' ivuzigazi



Autor(en): Bonginkosi Dlamini, Kabelo Ikaneng


Zola feat. Thembisile - Bhambatha
Album Bhambatha
Veröffentlichungsdatum
18-12-2004



Attention! Feel free to leave feedback.