Hlengiwe Mhlaba - Yebo Nkosi Lyrics

Lyrics Yebo Nkosi - Hlengiwe Mhlaba



Yebo, Nkosi, ngize kuwe
Ngidalule konk′ okwam
Mangizwiswe nguwe, Jesu
Zisuliw' izono zam
Uma, Nkosi ungibona
Ngisazulazula la
Uma ngidukisw′ ukona
Nqanda umntanakho-la
Nom' unqanda ngenhlupheko
Ngokubonga laphaya
Laph' ukona kungasekho
Ngokubonga Nkosi Yam
Nom′ unqanda ngenhlupheko
Ngokubonga laphaya
Laph′ ukona kungasekho
Ngokubonga Nkosi Yam
Nom' unqanda ngenhlupheko
Ngokubonga laphaya
Laph′ ukona kungasekho
Ngokubonga Nkosi Yam
Yebo, Nkosi, ngiza kuwe
Ngidalule konk' okwam
Aw mangizwiswe nguwe, Jesu
Zisuliw′ izono zam
Aw yebo yebo, Nkosi, yebo ngiza kuwe
Aw ngidalule mina, aw konk' okwam
Aw mangizwiswe, nguwe Jesu
Zisuliw′ izono zam
Aw yebo yebo Nkosi nangafik' ekhaya ngithi dalula
Ey konk' okwami, aw mangizwiswe nguwe Jesu
Zisuliw′ izono zami
Nomunqanda ngenhlupheko, mina ngokubonga laphaya
Laph′ ukona kungasekho, yebo ngokubong aw Nkosi yami
Nomunqanda ngenhlupheko, mina ngokubonga laphaya
Laph' ukona kungasekho, yebo ngokubong aw Nkosi yami
Yebo Nkosi



Writer(s): Hlengiwe Mhlaba


Hlengiwe Mhlaba - Greatest Hits
Album Greatest Hits
date of release
10-11-2017




Attention! Feel free to leave feedback.