Joyous Celebration - Nanti'thuba Lyrics

Lyrics Nanti'thuba - Joyous Celebration

Oh! Nant' ithuba siliyeka, nak' umusa ongaka
Ngoba asilethi, asilahli konke kuy' umsindisi
Oh! Nant' iithuba siliyeka, nak' umusa ongaka
Ngoba asilethi, asilahli konke kuy' umsindisi
Woza, woza njengamanje
Woza mus' ukulibala
Letha izinhlungu zakho
Ngoba yena uzokuphumuza
Oh! Nant' ithuba siliyeka, nak' umusa ongaka
Ngoba asilethi, asilahli konke kuy' umsindisi
Oh! Nant' iithuba siliyeka, nak' umusa ongaka
Ngoba asilethi, asilahli konke kuy' umsindisi
Woza kuye masinyane
Letha imithwalo yakho
Ngoba ibek' enyaweni zakhe
Ngoba yena uzokuthwalela
Hhey! Nant' ithuba siliyeka, nak' umusa ongaka
Ngoba asilethi, asilahli konke kuy' umsindisi
Hhey! Nant' iithuba siliyeka, nak' umusa ongaka
Ngoba asilethi, asilahli konke kuy' umsindisi
Woza (woza) kuye, woza masinyane
(Ngob' uzokuthwalela) uzokuthwalela
Woza kumsindisi
(Woza, woza, woza) woza, kuye
Woza masinyane
(Hey! uzokuthwalela) uzokuthwalela woza kumsindisi
Woza nawe nawe (woza kuye wozamasinyane)
(Hey uzokuthwalela) uzokuthwalela woza kumsindisi
(Woza mama} woza, woza baba) kuye woza masinyane
(Hhey uzokuthwalela) uzokuthwalela woza kumsindisi
(Woza, woza) woza kuye woza masinyane
(Hey uzokuthwalela) uzokuthwalela
Woza kumsindisi
(Woza) woza kuye, woza kumsindisi
(Uzokuthwalela) uzokuthwalela
Woza kumsindisi

Writer(s): Mthunzi Namba

Joyous Celebration - Joyous Celebration, Vol. 19 (Back to the Cross)
Album Joyous Celebration, Vol. 19 (Back to the Cross)
date of release
02-03-2015

Attention! Feel free to leave feedback.