Joyous Celebration - Uyangihola Lyrics

Lyrics Uyangihola - Joyous Celebration

UYehova nguye, nguye umalusi wam
Noma kwenzekani angesabi lutho mina
UYehova nguye, nguye umalusi wam
Noma kwenzekani angesabi lutho mina
UYehova nguye, nguye umalusi wam
Noma kwenzekani angesabi lutho mina
UYehova nguye, nguye umalusi wam
Noma kwenzekani angesabi lutho mina
Izwi lakhe liminjalo, liyangikhanyisela
Uyangihol' uBaba (uBab' uyangihol' emadlelwen' aluhlaza)

Noma ndihamb' emfulen' wethunzi lokufa angikwesaba
Wen unami, uhlala undonwabisa

Uyangihola, uyangihola, uyangihola, ho, hola
Uyangihola, uyangihola, ho, hola

Noma sengiyaphi, umusa nothando luhamba nam
Uvalo nokwesaba, alukh' empilweni yami

Uyangihola, uyangihola, ho, hola, ho, hola
Ho, hola!

Writer(s): Siyanqoba Mthethwa, Unathi Mzekeli

Joyous Celebration - Joyous Celebration, Vol. 17 (Grateful)
Album Joyous Celebration, Vol. 17 (Grateful)
date of release
12-04-2013

Attention! Feel free to leave feedback.