Mnqobi Yazo - Emakudeni Lyrics

Lyrics Emakudeni - Mnqobi Yazo



Beng'semakudeni 'semakudeni
Langibiz' ithongo lami
Beng'semakudeni (mah) 'semakudeni
Langibiz' ithongo lami
Lathi ang'buyele ekhaya
Ang'buyele ekhaya
Ziyang'ding' izingane zami
Lathi ang'buyele ekhaya (madoda)
Ang'buyele ekhaya
Ziyang'ding' izingane zami
Beng'semakudeni 'semakudeni
Langibiz' ithongo lami
Beng'semakudeni (mah) 'semakudeni
Langibiz' ithongo lami
Lathi ang'buyele ekhaya
Ang'buyele ekhaya
Ziyang'ding'izingane zami
Lathi ang'buyele ekhaya
Ang'buyele ekhaya
Ziyang'ding' izingane zami
Yey wena Themba
Uyakhumbula ukuthi wathini la
Kad' usuka lay'khaya
Uhamb' uy' eGoli uthi uyozama bo!
Wasitshel' ukuthi wena uzohamba uzobuya mak'phel' inyanga
Yaphel' inyanga
Zange wabuya namanje sisakulindile
Ziyakhal' izingane zakho Themba bo!
Ziyakhal' izingane zakho
Ngicela ubuye sisak'lindile
Beng'semakudeni 'semakudeni
Langibiz' ithongo lami
Beng'semakudeni (mah) 'semakudeni
Langibiz' ithongo lami
Lathi ang'buyele ekhaya
Ang'buyele ekhaya
Ziyang'ding' izingane zami
Lathi ang'buyele ekhaya (madoda)
Ang'buyele ekhaya
Ziyang'ding' izingane zami
Beng'semakudeni 'semakudeni
Langibiz' ithongo lami
Beng'semakudeni (mah) 'semakudeni
Langibiz' ithongo lami
Lathi ang'buyele ekhaya
Ang'buyele ekhaya
Ziyang'ding' izingane zami
Lathi ang'buyele ekhaya
Ang'buyele ekhaya
Ziyang'ding' izingane zami
Ngob' ukufa kudla fumuka kudle silaza nje
WeThemba weThemba 'zobuya nini wena?
Ng'yabuza
Zobuya nini la? Mmmh ng'yabuza
Ngoba wahamba lay'khaya washiya ikini
Wahamba wayohlala nentombi
Yak'thatha intombi yak'shuthek' eGoli
Yak'shiya ungenalutho
WeThemba weThemba siyak'dinga kini
WeThemba weThemba ah aah
Beng'semakudeni 'semakudeni
Langibiz' ithongo lami
Beng'semakudeni (mah) 'semakudeni
Langibiz' ithongo lami
Lathi ang'buyele ekhaya
Ang'buyele ekhaya
Ziyang'ding' izingane zami
Lathi ang'buyele ekhaya (madoda)
Ang'buyele ekhaya
Ziyang'ding' izingane zami
Beng'semakudeni 'semakudeni
Langibiz' ithongo lami
Beng'semakudeni (mah) 'semakudeni
Langibiz' ithongo lami
Lathi ang'buyele ekhaya
Ang'buyele ekhaya
Ziyang'ding' izingane zami
Lathi ang'buyele ekhaya
Ang'buyele ekhaya
Ziyang'ding' izingane zami



Writer(s): Lindokuhle Mqobi Msimango


Mnqobi Yazo - Iscephu
Album Iscephu
date of release
19-10-2018




Attention! Feel free to leave feedback.