Nqubeko Mbatha - Kasoze Lyrics

Lyrics Kasoze - Nqubeko Mbatha



Sinqobile
Ngenxa yokwaz'igama Lakhe
Sihlanziwe ngegazi Lakhe
Siyahamba ekukhanyeni kweZwi Lakhe
Siqonde ekhaya eZulwini
Ngizomnika uqobo lwami
Ngeke ngigodle lutho
Izono zam ke engizenzile
Zingaphansi kwegazi Lakhe
Ngaphansi kwegazi Lakhe
'Kasoze angishiye ngingedwa
Umhlobo onguJesu
'Kasoze ahambe
Ngihleli ngaz'unami ngazozonke izikhathi
UMelusi wam ukhona
Ngoba ngiyaz'ukuthi uMelusi wami
Ukhon'ungenzela okuhle
Futhi ngiyazi ukuthi
Akasoz'ahambe
Uhlal'ekhona njalo
'Kasoze angishiye ngingedwa
Umhlobo onguJesu
'Kasoze ahambe
Ngihleli ngaz'unami ngazozonke izikhathi
UMelusi wam ukhona
'Kasoze angishiye ngingedwa
Umhlobo onguJesu
'Kasoze ahambe
Ngihleli ngaz'unami ngazozonke izikhathi
UMelusi wam ukhona



Writer(s): Nkosinathi Zungu


Nqubeko Mbatha - Forever I'll Worship
Album Forever I'll Worship
date of release
24-07-2013




Attention! Feel free to leave feedback.