Lyrics Ngizifihla Kuwe - Rebecca
Ngibenzile, bonk'ububi, la emhlabeni Nkosi yam.
Ngizwisa bonk'abantu ubuhlungu, kukhalwa ngam',
Mehla yonke, kungayo ntando yami, kodwa kungexa, yento zomhlaba.
Ao beke manje namhlanje bonk' abantu bangjikele.
Kwazi wena Nkosi yam,
Ukuthi xala lam liyongena nini Na.
Nginikela kuwe ubomi bam nguwe baba owaziyo.
Umangizifihle kuwe, ngi hlala nawe ngiyazi akukho ubuhlungu ngiyobuzwa
Umangizifihle kuwe,
Ngi hlala nawe khanti futhi azikho inyembezi ziyochiteka
Yebo Nkosi yami ngiza ngijena kuwe ngithwala mahlombe ami ne
Zono nyoba wena uyongithula yebo uyongithula oh baba lezi zono
Ngoba wena uyongithula yebo uyangithula uyigeze ezi zono.

Attention! Feel free to leave feedback.