Lyrics Umama - A COLORS SHOW - Sjava
Ngikhumbul'
uMa
Aksavumi
(Ngikhumbul'
uMa)
Ang'sakhoni
Ngikhumbul'
uMa
Aksavumi
Ngikhumbul'
uMa
Sebeth'
indod'
endala
kangaka
ikhalel'
uMa
wayo
Hawu
bafethu
ngeke
ni
understand-e
Ndod'
endala
kangaka
ikhalel'
uMa
wayo
Hawu
bafethu
ngeke
ni
understand-e
Yojabula
mang'fika
Athi
uShembe
uyaphila
Kuley'ngozi
zomgwaqo
mntanami
ng'yajabula
ufike
usaphila
Beki'
khwama
leMsamu
Land'
impepho
kaGogo
erondweni
Ngiphahle
ngikhulume
nabadala,
ngibatshele
usemagcekeni
Mvul'
iyana
emakhaya,
sesiphelile
amakhaza
Mawubuy'
eGoli
ngicela
ungiphathele
iheater
ngoba
ngempela
uzong'ngcwaba
Yaz'
uMa,
avunamahlaya
Ngeke
ushone
ngisak'thanda
Kuyoba
isibusiso
kimi
ukuthi
ubekhona
Ma'wami
mangishada
Ngoba
uyokwazi
ukungibonisa
mase
zingibuyela
emshadweni
Ngoba
uyokwazi
ukungiduduza
mase
zingibuyela
emshadweni
Angsakhoni,
angisakhoni,
angisakhoni
Ngikhumbul'
uMa
Angsakhoni,
angisakhoni,
angisakhoni
Ngikhumbul'
uMa
Sebeth'
indod'
endala
kangaka
ikhalel'
uMa
wayo
Hawu
bafethu
ngeke
ni
understand-e
Ndod'
endala
kangaka
ikhalel'
uMa
wayo
Hawu
bafethu
ngeke
ni
understand-e
Into
engiyithanda
ngekhaya,
ukuthi
ekhaya
akungwenwa
ngemali
(ngemali,
yeah
yeah)
Noma
ngingasebenzi
uMama
ungithanda
ngingenani
(Ungithanda
ngingenalutho)
Noma
umhlaba
ungang'shaya
uzong'thulisa
athi
mntanami
ungakhali
(ungakhali)
Ubukeka
ukhathale
awuthi
ngilande
ukudla
baba
hlala
phansi
(hlala
phansi)
Angisakhoni,
angisakhoni,
angisakhoni
Ngikhumbul'
uMa
Angisakhoni,
angisakhoni,
angisakhoni
Ngikhumbul'
uMa
Sebeth'
indod'
endala
kangaka
ikhalel'
uMa
wayo
Hawu
bafethu
ngeke
ni
understand-e
Ndod'
endala
kangaka
ikhalel'
uMa
wayo
Hawu
bafethu
ngeke
ni
understand-e
Attention! Feel free to leave feedback.