The Muffinz - Khumbul 'Ekhaya Lyrics

Lyrics Khumbul 'Ekhaya - The Muffinz



Umusha, umusha, umusha, woo yena yena,
Umusha, umusha, umusha, woo yena yena.
Abantu bahamba, babaleka ilizwe lembeloko, bazula bazula bezula zonk′izizwe befuna injabulo.
Ubaba wahamba, wavalek'ilizwi elandela umama, bazula bazula bezula zonk′izizwe befuna injabulo.
Awubambelele yo izihlobo zohlangana, awubambelele lendlela inameva, awubambelele zingane zonhlangana, awubambelele lomhlaba uyahlaba, awuqine ithemba zobuyel'emuva njalo.
Khumbul'ekhaya, ikhaya labazali yeh, khumbul′ekhaya mina, lona ilizwe lika Mugabe, ngikhumbul′ekhaya, khaya labazali, ngikhumbul'ekhaya mina lona ilizwe lase
Zimbambwe.#hook# awubambelela yo izihlobo zohlangana, awubambelela lendlela inameva, awubambelela zingane zohlangana, awuqine ithemba Lomhlaba uyahlaba, awuqinisela uzobuyel′emuva njalo.
Khumbul'ekhaya, ikhaya labazali yeh, khumbul′ekhaya mina, lona ilizwe lika Mugabe, ngikhumbul'ekhaya, khaya labazali, ngikhumbul′ekhaya mina lona ilizwe lase
Zimbambwe.(



Writer(s): Sifiso Buthelezi, Mthabisi Mthae Sibanda


The Muffinz - Have You Heard?
Album Have You Heard?
date of release
04-06-2012




Attention! Feel free to leave feedback.