Vusi Mahlasela - Kuyobanjani Na? Lyrics

Lyrics Kuyobanjani Na? - Vusi Mahlasela




Kuyoba njani na kusasa
Uma mina nawe s'shada
Sime phambi kwomfundisi sisho sithi
Sohlukaniswa yinto yodwa kuphela, ukufa
Kuyoba njani na, kusasa
Uma mina nawe s'shada
Sime phambi kwomfudisi sithatha isinqumo sokuthi
Mina nawe, sohlukaniswa yinto yodwa kuphela, ukafa
Kuyoba njani na kusasa
Uma mina nawe s'hlezi kamnandi
Emzini wethu
Sikhulisa izingani zethu
Kuyoba njani na kusasa
Uma mina nawe s'hlezi kamnandi
Emzini wethu
Sikhulisa izingani zethu
Ngikubone uyintombi
Umuhle, ngakuthanda, ngakutusa
Ngakufaka indandatho
Namhlanje naz' iingane
Ngiyawuthand' umndeni wam'
Kuyoba njani na?
Kuyoba njani na?



Writer(s): Vusi Sydney Mahlasela



Attention! Feel free to leave feedback.