paroles de chanson Inhlupheko - Radio Edit - Big Zulu , Mduduzi
Ayi
shun'wenkabi
(ngizomosha)
Ayi
sawubona
Mtanami
Ngithemba
okuthi
uyaphila
Ngokwe
gama
ngu
Doris
Ngiyabonga
usuze
wa
fika
Mzukulu,
Leth'
amanzi
ukutheng'
icold-drink
ngyafisa
Kodwa
ikati
lilele
ezikho
Kuze
kube
nini,
isimo
singashintshi?
Sibong'
umphefumulo
masiphila
Mtanami
angixolise,
ukuk'moshela
isikhathi
Okungezeka
ukuthi
umatasa
Kodwa
ngeke
ngithath'
isikathi
Mzukulu,
Awleth'
icansi
Umalume
ake
ahlale
phansi
Angazi
ng'zoqalaphi
Kodwa
Ng'celi
ukuqala
phansi
Mangithi
ngiya
bheka,
Umama
ugqwele
usizi
Kodwa
imbokodo
Yokuqina
le
iyibambe
ishisa
insimbi
Mzukulu
uyahlakula
kukha'l
igeja
ugcwel'
insimbi
Sesizwa
ileya
nkomo
ukuthi
silale
sidlile
ubisi
Mtanami
angikusho
Lokhu
Mina
ngazalelwa
ukuhlupheka
Ngiyinhlekisa
emphakhathini
nginana
Impuphu
neshugela
Abanye
bathi
ngiya
thakatha
Ngithule
bengisukela
Angiyazi
injabulo
Kodwa
e
Zulwini
ngiyokhululeka
Kuze
kube
nini,
isimo
singashintshi?
Inhlupheko,
ngikhala
eb'suku
ne
mini
Ngothemba
kuwe
wedwa,
Mdali
wami
We-Jesu
nguwe
ithemba
lami
Yebo,
kunzima,
Nethemba
lingiphelele
Lobubuhlungu
nesimo
ngisamukele
Imizamo
yami
Iyophela
kuwe
Ngizophumula
xa
ndifika
kuwe
Intokozo,
Mina
iyami
inzima
Njegoba
ubona
amathuna
Bonke
la
ekhaya
Bangishiya
Lomtwana
omsehlana
yena
ubabakhe
wamphika
Kusele
mina
ne
Mzukulu
Masihamba
kuyosala
inxiwa
Ngyazi
isisho
sithi
"
Alikho
ithuna
lendlala"
Lomtwana
engimtetile,
Unina
wamshiya
ekhala
Lona
omdala
uhlale
ebuza,
"
Ukuphi
umama?"
Wahamba
eyofuna
itoho
Akaphindanga
wabuya
Ekhaya
Mtanami,
kunzima
kunokuphela
iviki
ngadlile
Ngikhalela
u
Mzukulu
abuye
eskoleni
elambile
Kodwa
usebenza
kanzima
Ukuba
nekusasa
Eliqhakazile
Ukuthi
uphuma
enhluphekweni
Kodwa
ezifundweni
udlal'
Ephasile
Eqinisweni,
Mtanami
mina
ngyafisa
ubaba
angithathe
Kodwa
abazukulu
mina
ngeke
Ngibalahle
Uyazi
isifiso
sami
ukuthi
bafunde
baphase
Nali
ithawula,
Mtanami
Bengaqondile
ukuthi
ukhale
Kuze
kube
nini,
isimo
singashintshi?
Inhlupheko,
ngikhala
eb'suku
ne
mini
Ngothemba
kuwe
wedwa,
Mdali
wami
We-Jesu
nguwe
ithemba
lami
Yebo,
kunzima,
Nethemba
lingiphelele
Lobubuhlungu
nesimo
ngisamukele
Imizamo
yami
Iyophela
kuwe
Ngizophumula
xa
ndifika
kuwe
Liyaphuma,
Liyashona
Kimi
akuna
mehluko
Yebo,
Ekukhuleni
kwami
nami
ngakhula
ngina
amaphupho
Ngyathula
nje,
Ngilalele
enkozweni
besho
amahubo
Isiqalekiso
sami
ubaba
wabamba
Elentulo
Kwakhala
inyonini
layikhaya
basiqalekisa
Amathuna
anele
Ebaleni
kushoda
elami
ngivalelise
Bengaqondile
ukudabukisa
Ngyaxolisa
Mtanami,
akuyona
inhloso
nje
ukubalisa
Namhlanje
mtanami,
Asazi
siyolala
sidleni
Into
enokungisiza
ukuyothengisa
erenkeni
Ngizivulele
itafula
ngiqokelele
osheleni
Kokunye
nginokulala
khona
Ngivuke
ngithengise
ekuseni
Kunzima
mtanami,
Sidla
imbuya
ngothi
Angilazi
icala
lami,
Emhlabeni
ngiyi
soni
Kodwa
sengivumile,
Injabula
angiyitholi
Angikukhulule
mtanami
uhambe
Ilang
lingashoni
Kuze
kube
nini,
isimo
singashintshi?
Inhlupheko,
ngikhala
eb'suku
ne
mini
Ngothemba
kuwe
wedwa,
Mdali
wami
We-Jesu
nguwe
ithemba
lami
Yebo,
kunzima,
Nethemba
lingiphelele
Lobubuhlungu
nesimo
ngisamukele
Imizamo
yami
iyophela
kuwe
Ngizophumula
xa
ndifika
kuwe
Attention! N'hésitez pas à laisser des commentaires.