Blaq Diamond - Emzini Kababa paroles de chanson

paroles de chanson Emzini Kababa - Blaq Diamond



Ish ish ish ish
Khuza baba, khuza khuza khuza
Wemalokazana, why udala izinkinga wena?
Wemalokazana, why udala izinkinga wena?
Emzini kababa, emzini kababa
Emzini kababa, emzini kababa
Wemalokazana, why udala izinkinga wena?
Wemalokazana, why udala izinkinga wena?
Emzini kababa, emzini kababa
Emzini kababa, emzini kababa
Umakhi uyang′tshela, uyang'hlebela
′Kuthi wena aw'salal' ekhaya
Sek′phele four, amalanga
Uyang′delela
Kahle kahle uyang'chwensa
Ubukisa ngami emphakathini
Uth′ abantu 'abathini?
Ng′zothumel' incwadi abazali
Bek′lande k'sasa ekseni ngekarishi
Kuzok'siza ukuthi uqal′ uphakishe
Uphume kimi wena lwabishi
Wemalokazana, why udala izinkinga wena?
Wemalokazana, why udala izinkinga wena?
Emzini kababa, emzini kababa
Emzini kababa, emzini kababa
Wemalokazana, why udala izinkinga wena?
Wemalokazana, why udala izinkinga wena?
Emzini kababa, emzini kababa
Emzini kababa, emzini kababa
Malokazana wena
Loku′ ungaganwa wena
Inyakanyaka yodwa
S'theth′ amacala wodwa
Uyivila vocho makoti
Awusenamsocho makoti
Wena aw'sathezi k′lamalanga
Futhi aw'sapheki k′lamalanga
Haybo khuzani bant' abadala naku kulel' ikati eziko
Haybo khuzani bant′ abadala umkami usemil′ impiko
(Semil' impiko umkami, semil′ impiko umkami)
Wemalokazana, why udala izinkinga wena?
Wemalokazana, why udala izinkinga wena?
Emzini kababa, emzini kababa
Emzini kababa, emzini kababa
Wemalokazana, why udala izinkinga wena?
Wemalokazana, why udala izinkinga wena?
Emzini kababa, emzini kababa
Emzini kababa, emzini kababa



Writer(s): Siyabulela Ndumiso Mdletshe,, Mbongi Siphelele Dunywa,


Blaq Diamond - Emzini Kababa
Album Emzini Kababa
date de sortie
03-11-2017




Attention! N'hésitez pas à laisser des commentaires.