Joyous Celebration - Ngiyabonga - Live paroles de chanson

paroles de chanson Ngiyabonga - Live - Joyous Celebration



Ngiyabonga ukugcinwa esandleni sakho
Ngabe ngikuphi ngaphandle kwakho?
Uyanginakekela Simakade
Ngiyabonga ukugcinwa esandleni sakho
Ngabe ngikuphi ngaphandle kwakho?
Uyanginakekela Simakade, ngiyabonga
Ngiyabonga ukugcinwa esandleni sakho
Ngabe ngikuphi ngaphandle kwakho?
Uyanginakekela Simakade
Ngiyabonga ukugcinwa esandleni sakho
Ngabe ngikuphi ngaphandle kwakho?
Uyanginakekela Simakade
Nguy' uJesu, ungidlulisile ezimpini wangi
(Wangitheswa amandla okunqoba)
Yebo, ngiyabonga (ngiyobonga ngani na?)
(Kukhulu akwenzile)
US'makade ungidlulisile egodini lethunzi lokufa
(Wangitheswa amandla okunqoba)
Maye, ngyombonga ngani na? (Ngiyobonga ngani na?)
(Kukhulu akhwenzile) ngiyabonga
Ngiyabonga ukugcinwa esandleni sakho
Ngabe ngikuphi ngaphandle kwakho?
Uyanginakekela Simakade
Ngiyabonga ukugcinwa esandleni sakho
Ngabe ngikuphi ngaphandle kwakho?
Uyanginakekela Simakade (yebo, ngiyabonga)
Ngiyabonga ukugcinwa
Kungamadla es'phambano (yebo, ngiyabonga)
Ngiyabonga ukugcinwa
Kungamadla es'phambano
Ngiyabonga ukugcinwa
Kungamadla es'phambano (yebo, ngiyabonga)
Ngiyabonga ukugcinwa
Kungamadla es'phambano (yebo, ngiyabonga)
Ngiyabonga ukugcinwa
Kungamadla es'phambano (isaphila nje, kungaye)
Ngiyabonga ukugcinwa
Kungamadla es'phambano (yebo, ngiyabonga)
Ngiyabonga ukugcinwa
Kungamadla es'phambano (yebo, ngiyabonga)
Ngiyabonga ukugcinwa
Kungamadla es'phambano
Ngiyabonga ukugcinwa
Kungamadla es'phambano
Yebo, ngiyabonga ukugcinwa
Kungamadla es'phambano




Joyous Celebration - Joyous Celebration 26: Joy (Live At The Joburg Theatre)




Attention! N'hésitez pas à laisser des commentaires.