Joyous Celebration - Nkosi Ngiza Kuwe paroles de chanson

paroles de chanson Nkosi Ngiza Kuwe - Joyous Celebration




Mmm mmm
Oh weJesu
Oh we baba
Nkosi ngiza kuwe
Nkosi ngiza kuwe (Nkosi yami)
Ngiza nginje, ngihawukele (kuwe Jesu
Nkosi ngiza kuwe (ngiza kuwe baba)
Nkosi ngiza kuwe (we eJesu)
(Ngiza kuwe) Nkosi ngiza kuwe (ngizithoba phambi kwakho)
Ngiza nginje, ngihawukele
Nkosi ngiza kuwe
Ngibheka kuwe
Wenolidwala, lami
Dwala laphakade
Uluncedo lwami
Ngizibeka kuwe Nkosi yami
Nkosi ngiza kuwe (nginjena Jesu)
(Yimi lona) Nkosi ngiza kuwe
Ngiza nginje, (ngizenjalo phambi kwakho) ngihawukele
(Nkos' uJesu ngiza nginjena) Nkosi ngiza kuwe
(Ngiza kuwe baba) Nkosi ngiza kuwe
(Nkosi yami ngiza kuwe) Nkosi ngiza kuwe
(UyiNkosi yamaKhosi)
Ngiza nginje, (Nkos' uJesu) ngihawukele
(Yebo Jesu) Nkosi ngiza kuwe
Mangingafani, nabalahlekile
Ababhube bubuni bezono zabo
Bengayi boni indlela Nkosi yami
Nkosi ngiza kuwe (oh yebo baba ngiza kuwe)
Nkosi ngiza kuwe (ngiza nginjena, ngiza nginjena)
Ngiza nginje, (ngiza nginjena), ngihawukele (ngihawukele)
Nkosi ngiza (Nkosi yami ngiza-) kuwe
(Nkosi yami ngiza kuwe baba) Nkosi ngiza kuwe
(Wena wedwa wena wedwa) Nkosi ngiza kuwe
(Ngisondeze Nkosi, ngisondeze Jesu)
Ngiza nginje, (ngisondeze kuwe Nkosi yami) ngihawukele
(Nkosi yami) Nkosi ngiza kuwe
(Ngiza nginjena Nkos' uJesu), ngiza nginje (ngiza nginja) ngihawukele
(Ngiza nginjena Nkosi yami) Nkosi ngiza kuwe
(Ngiza nginjena Jesu ngiza kuwe)
Ngiza nginje, (wena wedwa, wena wedwa) ngihawukele
(Wena wedwa ufanelwe), Nkosi ngiza kuwe
(Ngisondeze Nkosi yami ngiza nginjena)
Ngiza nginje ngihawukele
(Nkosi yami, Nkosi ngiza kuwe)



Writer(s): Lindelane Mkhize, Nqubeko Mbatha


Attention! N'hésitez pas à laisser des commentaires.