Joyous Celebration - Unikiwe (Live) paroles de chanson

paroles de chanson Unikiwe (Live) - Joyous Celebration



Akunasimo esingaphezu kwamandla akho
Akunadinga engaphezu komshado wakho
Akunasifo es'ngena khambi uma kunoJesu
Akunasimo esingaphezu kwamandla akho
Akunasimo esingaphezu kwempilo akho
Akunadinga engaphezu komshado wakho
Akunasifo es'ngena khambi uma kunoJesu ke
Akunasimo esingaphezu kwamandla akho
Unikiwe
Unikiwe igunya ke wena
Ungahamba phezu kofezela
Unikiwe amandla ke wena
Usungaphezu kwabanqobi
(Yebo, unikiwe, igunya mzalwane)
Unikiwe igunya ke wena
Ungahamba phezu kofezela
(Yebo unikiwe, amandla)
Unikiwe amandla ke wena
Usungaphezu kwabanqobi
Hayi utshilo
Wathi mangihambe ngalamandl' enginawo
Waphinde wathi
Ngicele noma yini, uzongenzela
Uzong'nika, uzothithatha, ngokwakho
Yebo, uJehova ushilo mzalwane
Hey', wathi ng'cela noma yintoni, uyithathe by fire by force
Waphinde washo'uNdikhoyo
Wathi cela noma yinton', uzokwenzela
(Ngoba wena, unikiwe igunya ke)
Unikiwe igunya ke wena
Ungahamba phezu kofezela
Unikiwe amandla ke wena
Usungaphezu kwabanqobi
Unikiwe igunya ke wena
Ungahamba phezu kofezela
Unikiwe amandla ke wena
Usungaphezu kwabanqobi
Yebo, Sathane ndizokunyathela ngoba uyaxoka
Ndizohamba phezu kofezela
Ngoba uJehova uyaphila
Ndizothath' imoto yami, ndithathe imali yami
Ndithathe umshado wami
Ndithathe konke okwami
Ndithathe konke okwami
'Thathe konke okwami
'Thathe konke okwami
Unikiwe
Unikiwe, (igunya elisha) unikiwe, (amandla amasha) unikiwe
(Su vumel'usathane, adlale nge, nhloko yakho ngob'unikiwe)
Unikiwe, (thata konke) unikiwe,(mbize njalo) unikiwe
Haii maan, thata konk'okwako maan,haii maan yey)
Unikiwe, (igunya elisha) unikiwe, (amandla amasha) unikiwe
(Thata mzalwane, by fire by force, by fire by force)
(By fire by force) Unikiwe, unikiwe, (unikiwe) unikiwe
Hayi sathane kwanele, ndizothat'into zam, yebo
Unikiwe igunya ke wena
Ungahamba phezu kofezela
Unikiwe amandla ke wena
Ungaphezu kwabanqobi
Unikiwe igunya ke wena
Ungahamba, ungahamba
Ungathatha, ungahlala
Yebo, unikiwe
Unikiwe igunya ke wena
Ungahamba phezu kofezela
(That'imoto yako, imali yako, umshado kwako, konk'okwako, thata, thata)
Unikiwe amandla ke wena
Usungaphezu kwabanqobi
Unikiwe igunya ke wena
Ungahamba phezu kofezela
Unikiwe amandla ke wena
Usungaphezu kwabanqobi
Hallelujah hallelujah
Unikiwe igunya ke wena
Ungahamba phezu kofezela
Unikiwe amandla mzalwane
Loku kuthathe imali yakho
Umshado wakho, konke okwakho
Indlu yakho, konke
Hai maan, yey yey yey
The devil is a liar
The devil is a li-, li-, li-, li-, li-
Devil is a liar
Oh, devil is a liar
Unikiwe igunya ke wen', wen'
Ungahamba phezu kwabanqobi



Writer(s): Sifiso Mbatha


Joyous Celebration - Joyous Celebration 24: The Rock (Live At Sun City) - PRAISE




Attention! N'hésitez pas à laisser des commentaires.