Kelly Khumalo feat. Mbuso Khoza - Isivikelo (feat. Mbuso Khoza) paroles de chanson

paroles de chanson Isivikelo (feat. Mbuso Khoza) - Kelly Khumalo feat. Mbuso Khoza




Wath' uzosivikela olakeni lwezitha
Noma kunzima sophokophela phambili
Wath' uzosivikela olakeni lwezitha
Noma kunzima sophokophela phambili
Indlala ayinqobanga lapha kimi
Inzondo ayinqobanga lapha kimi
Ukuba wawungekho
Ngabe saqedw' endleleni
Ngoba basfun' othulini
Bafun' ukusiqedq ngomoya
Ukuba wawungekho
Ngabe saqedw' endleleni
Ngoba basfun' othulini
Bafun' ukusiqedq ngomoya
Wath' uzosivikela olakeni lwezitha
Noma kunzima sophokophela phambili
Wath' uzosivikela olakeni lwezitha
Noma kunzima sophokophela phambili
Abanye bathi lenzondo
Bakhathele Baba
Bayalala nabo njengathi
Ngoba bonke ababeka kusoMandla
(Yena was'vikela)
Sibonga wena Mdali wakho konke konke
Konke
Ukuba wawungekho
Ngabe saqedw' endleleni
Ngoba basfun' othulini
Bafun' ukusiqedq ngomoya
Ukuba wawungekho
Ngabe saqedw' endleleni
Ngoba basfun' othulini
Bafun' ukusiqedq ngomoya
Wath' uzosivikela olakeni lwezitha
Noma kunzima sophokophela phambili
Wath' uzosivikela olakeni lwezitha
Noma kunzima sophokophela phambili
Eh Ndulo lama ndulo
Kwesekelwa lo mhlaba
Wawushilo ukuthi asikho
Isikhali esibekelwe Mina
Esiyophumelela
Endulo awuthembisanga



Writer(s): Mondli Ngcobo, Kelly Khumalo, Mbuso Khoza


Kelly Khumalo feat. Mbuso Khoza - From A God To A King
Album From A God To A King
date de sortie
14-02-2023



Attention! N'hésitez pas à laisser des commentaires.