Okmalumkoolkat - Mlazi Milano (Intro) paroles de chanson

paroles de chanson Mlazi Milano (Intro) - Okmalumkoolkat



Milano!
Benichoma kakhulu nge mali encane
Gcok'i-designer awume kancane
Then switch i-level italiana
Mlazi milano yin-Tariana
Zupa tsa-tsa-tsa we mfana mfana
Mswenkofontein yi-nkalakatha
Bathi ngi tsizwa, wu swalakahla
I'm changing the game bamb' umlaba-laba
S'khathele uk'dlala abo talala
[?] Takalane
Entlek i-ntwana lez' zijwayela kabi
Ama angle niwavalelani
I've been finessing since 99
I smartened up back in 89
Cava my features ngen' imali
Jump on the mic I'm an animal
Cava my shows I'm a champion
I should be rocking medallions
Running the race I'm a stallion
Lapho sikhona ne mali ikhona
Spova the gang izohlal' ikhona
Boyz and bafana forever
Baba somandla bo mveliqangi
Ng'cela ukhulekele i-ntwana yam
Ngicelela bonke neyizulukwane
Ngicela ubusise no Pholobazi
Bonga kakhulu bo- Pholobazi
Ng'bong' umalume ne salukwazi
Ng'bonge no gogo bo salukwazi
Thanda kakhulu uhlale uwazi
Ngik'thanda kakhulu uhlale wazi
Ngik'thanda kakhulu uhlale wazi
Ngik'thanda kakhulu we mama
Bathi ngiwu mfana ka ma
Ngik'thanda kakhulu we mama neh
Ngik'thanda kakhulu we nana
Ngik'thanda kakhulu uhlale wazi
Ngik'thanda kakhulu uhlale wazi
Ngik'thanda kakhulu uhlale wazi
Ngik'thanda kakhulu uhlale wazi
Mlazi milano wakhula emlazi
Kwa phiko 8 ngase maroomini
Cela uk'geleza lapho e-Bavumile
That's a part of my geology
Bringing the zulu methology
Mamcane Thami was [?]
Cousin u-Mzwandile's heart of me
All I could smell was i -paraffin
Ay kwaze kwanzima la e-South Africa
After my taima walked out of me
I knew my mama was struggling
Went to my cousins for holiday
I learned the game from u-malume
Put on the ouens and elevate
Some of the brassi can validate
Some of the ouens can validate
Sasuka sahlala e-Four Four
Bes'lala nge sinkwa ne sobo
We were so poor, kodwa u-gogo
Bes'hlale sidlile fosho-sho
Bes'hlale sidlile fosho-sho
Bes-hlale sidlile fosho-sho
Bes'hlale sidlile fosho-sho
Bes'hlale sidlile fosho-sho
Kwaphum' u-okapi, kwavek' u-three kati
Qhum' i-shambok wavele wathamba
Madakudaka wavele wa cama
Kwanuk'i-kentaki kwavele kwalandjwa
Kwanuk'i-kentaki kwavele
Kwalandjwa
Nuk' i-kentaki kwavele kwalandjwa
Kwanuk'i-kentaki kwavele
Kwalandjwa
Nuk' i-kentaki kwavele kwalandjwa
Mama was hustlin' no mam' la
Shy' istayela kube ncane indawo
Shay i-S-curl kube ncane o-ngane
Phansi kom' thunzi le kwa Mana
Bes'dlala u-mabule no mfanana
Bes'dlala uma-topi no mfanana
Bes'dlala u-qithi* no mfanana
Bes'dlala ama-topi no mfanana
Saya ka K ngase sphambanweni
Standard 2, e-Mbonini
Lapho beng'kheka e-zangomeni
Samba nge stimela e-Mlazi station
Saya ka-Yo ngase Manokazi
Lapho beng'geleza e-Sekelane
Futhi beng'hlala ne salukwazi
Pheth' u-Magogo original
Beng'ngena esgela beng' nik' imali
Ey thatha ama-texi eye e-Manar* (shwi)
Nike na something (?)
Beng'swenka nges'-qeda i-climatine
Beng'swenka nges'-qeda i-climatine
Beng'swenka nges'-qeda i-climatine
Beng'swenka nges'-qeda i-climatine
Beng'swenka nges'-qeda i-climatine
Beng'swenka nges'-qeda i-climatine
S'phila ngodankie le kwa-Mapoyi
Izinto zashuba ngo 94
Maqabane aye toy toy
Before u-Arthur ne oyi oyi
Qum, isibhamu i-AK
[?] yi-Teyi-Teyi
[?] yi-Teyi-Teyi
Khal'uqwasha, ne R-4
Bes'ngen, endlini ngo pass 4
Mkhonto Wasizwe bo gcwal' ikhotha
Masemgaqweni bo dlali impondo
Ey wake wahlagana ney' mbilay' thutha?
Cashe ewokweni bes' fuya inkukhu
Besuk' emini kunuka uphuthu
Bagaxa necklace kwasala umlotha
Buk'uNkulunkulu
Bagaxile necklace kwasala intuthu
Besuk' emini kunuka uphuthu
Sathutha nge-bus u-Mlazi 4
Fled like escaping a civil war
Hayi sabheja boy
Kuntswembu nge mpela boy
Cav'
E-Mlazi saphuma ngesama gundane
Thath' ucelemba sangen' e-Mkhumbane
Safika e-Damm, sabeka umjondolo
Sabizwa e-Bonela yaphuma i-nombolo
Kwagxuma inhliziyo kwaphuma inyembezi
Kwagxuma inhliziyo kwaphuma inyembezi (shu!)
Kwagxuma inhliziyo kwaphuma inyembezi (shu!)
Kwagxuma inhliziyo kwaphuma inyembezi (shu!)
Kwagxuma inhliziyo kwaphuma inyembezi (shu!)
Kwagxuma inhliziyo kwaphuma inyembezi (shu!)
Kwagxuma inhliziyo kwaphuma inyembezi (shu!)
Kwagxuma inhliziyo kwaphuma inyembezi (shu!)



Writer(s): Brian Simiso Zwane


Okmalumkoolkat - Mlazi Milano
Album Mlazi Milano
date de sortie
31-12-2016




Attention! N'hésitez pas à laisser des commentaires.