paroles de chanson Isandla - Rebecca
Jehovah
Nkulukulu
wami
Ngizisondeza
phambi
kwebuso
bakho
Ngigucile
ngamadolo
ngibheke
phansi
Ngizifihla
ubuso
bami
nje
ngiswabile
nkosi
Ngiswabiswa
imisebendzi
yezandla
zethu
Ngiswabiswa
ububi
izandla
zethu
ezibendza
mihla
yonke
Namhlanje
nkos'yami
yasemazulwini
Ngigucile
ngyakuthandaza
Ngiyacela
baba
ngivumele
ngikhulume
nomuntu
Ngivumele
somandla
ngikhulume
nesidalwa
sakho
Namhlanje
ngenze
umbhuli
wesandla
Ohh
ungangenzi
umahluleli
nkos'yami
Ngenze
umbhuli
wesandla
baba
ungiphe
amehlo
omoya
Ohh
mfowethu
bheka
isandla
sakho
Namhlanje
sivule
usbhekisise
Ubone
ukungcola
nokuswabisa
kwaso
Izolo
lokhu
besakha
ngenhlonipho
nothando
olumangalisayo
Lapho
sibambe
khona
sibamba
kucine
Siduduza
futhi
sijabulisa
Ukufudumala
kwaso
kulalisa
ngisho
nosana
oluncane
Namhlanje
abazali
bethu
balele
emathuneni
Ngenca
yezandla
zethu
Amakhaya
ezihlobo
nabangani
avalwe
ngamahlathi
Ngenca
yezandla
zethu
Isandla
sala
umuntu
asithandaza
Aguce
ngamadolo
asincenga
Athi
yooo,
ungangibulali
Kodwa
sona
isandla
sochubeka
sihlabe
kucitheke
igazi
Sala
ngisho
ingane
encane
imemeza
Ngezwane
ithi
uyangilimaza
Kodwa
sona
sochubeka
sihlabe
kucitheke
igazi
Isandla
syakubhambhatha
sikufudumeze
Uzwe
imizwa
yomzimba
igijima
Sibuye
sikwenzele
ukudla
sikufakele
ushevu
Ufe
uphele
wonke
umndeni
Namhlanje
izandla
zethu
sishiye
ishoshwa
Zashiya
neyintandane
Imizi
eminingi
ikhala
ibhungane
ngenca
yezandla
zethu
Ngabe
kwenzenjani
ngezandla
zethu
Mzalwane
wami
bheka
izandla
zakho,
usbhekisise
Ngabe
izandla
zeciniso
na
Ngabe
isandla
sakho
isandla
senyembezi
na
Ngabe
izandla
zegazi
na
Ngabe
siyakha
noma
siyabhidliza
na
Uthi
u
Davide
indodana
ka
Nkulukulu
Oh
ngyacela
nkosi
ngiwele
ezandleni
zakho
Ngingaweli
ezandleni
zomuntu
Ngoba
isandla
somuntu
syasabekha
Nkosi
Sidinga
uncedo
Sidinga
insindiso
bawo
Oh
Bawo
hawukela
izandla
zethu
Faka
uzwelo
ezandleni
zomuntu
Ngegama
lenkosi
yethu
uJesu
Krestu
Ngicela
uthando
ezandleni
zomuntu
Faka
inhlonipho
ezandleni
zomuntu
Oh!
Nkos'yami
asikuthumi
baba
Syakucela
nkosi
Nceda
izandla
zethu
Ngegama
lenkosi
yethu
uJesu
Krestu
Baba
syakuthandaza
Sincede
baba
Amen
Siyafa
siyaphela
sonke,
sonke
emhlabeni
Uh
mas'khulume,
mas'khulume
Mas'khulume
1 Jesu Ulithemba
2 Inombolo Yo
3 Uyingcwele
4 Khuluma Nami
5 Ungakhubeki
6 Ngizakuwe
7 Isandla
8 Sabela
9 Ntandane
10 Ngozixolisa Ngawe
11 Laduma Lamthatha
12 I Feel Like Going Home
13 Khidza Mani
14 O Eme Kae
15 We Are Matching
Attention! N'hésitez pas à laisser des commentaires.