Smoosh - Moja paroles de chanson

paroles de chanson Moja - Smoosh



Noma singalala ngekabishi
Abantu basibuke basithathe kancane
Kusasa sizoba moja
Namhlanje singalala ngekabishi
Abantu basibuke basithathe kancane
Kusasa sizoba moja
Okwamanje sisancenga impilo
Sizoba moja nathi
Ilanga lophuma ngakithi
Ngivuka ekuseni ngigqoke injabulo
Ngivuka ekuseni ngiyigqokele iSmile
Engakutholi akusikho okwami
Ngiphila impilo bafethu angijahe ndawo
Noma singalala ngephalishi
Sivuke ngalo kodwa akunandaba
Noma singalala ngekabishi
Sivuke ngalo yazi akunandaba
Noma singalala ngekabishi
Abantu basibuke basithathe kancane
Kusasa sizoba moja
Namhlanje singalala ngekabishi
Abantu basibuke basithathe kancane
Kusasa sizoba moja
Mayenzeke eyakho intando
Malifezeke elakho icebo
Umama wangibonisa
Wathi impilo inamajika
Wathi nje bambelela (Bambelela)
Konke kuzolunga
Wathi nje bambelela (Bambelela)
Konke kuzolunga
Noma singalala ngekabishi
Abantu basibuke basithathe kancane
Kusasa sizoba moja
Namhlanje singalala ngekabishi
Abantu basibuke basithathe kancane
Kusasa sizoba moja



Writer(s): Nduduzo Mfekayi


Smoosh - Moja
Album Moja
date de sortie
19-11-2021

1 Moja



Attention! N'hésitez pas à laisser des commentaires.