Aubrey Qwana - Phimbo Lami текст песни

Текст песни Phimbo Lami - Aubrey Qwana



We phimbo Lami phela ubongxoxel indaba
We Phimbo Lami we ngcel usabalale ugcwal' iyntaba
Angifuni ukufana nabanye
Ngfuna ukushiy umehluko eZweni
Imizwilili kukhal imizwilili
Imizwilili kukhal imizwilili
Ngomculo wam ngfun kulapha iz'shosha
Ngomculo wam ngfun ukushintsh izimpilo zabant
Ngomculo wam ngfun kulapha iz'shosha
Ngomculo wam ngfun ukushintsh izimpilo zabant
Wee phimbo Lami phel ubongxoxel indaba
We Phimbo Lami we ngcel usabalale ugcwal'iyntaba
Mangijong' ezintabeni lapho usizo lami luvela khona
Hhaw shwele baba hhaw shwele baba sikelela abantu bonke
Mangijong'ezintabeni lapho usizo lami luvela khona
We Phimbo Lami phel ubongxoxel indaba
We Phimbo we ngcel' usabalale ugcwal'iyntaba



Авторы: Sibusiso Gordian Maseko, Oriah Tshepo Phahlane, Ndivhuwo Cayenne Mudimeli, Aubrey Vumani Qwana


Aubrey Qwana - Imvula Mlomo
Альбом Imvula Mlomo
дата релиза
31-07-2020




Внимание! Не стесняйтесь оставлять отзывы.