Sjava - Umcebo текст песни

Текст песни Umcebo - Bahlanka Ba Moea



Webaba mabacela kuwe
Bacela amandla bacela umcebo
Mina ngicela uthando nenhlakanipho
Webaba mabacela kuwe
Bacela amandla bacela umcebo
Mina ngicela uthando nenhlakanipho
Umcebo wemali endondeni engenalo uthando udala umona
Nenzondo
Kugcina kuphume imphefumulo
Ayingozi amandla asezandleni zendoda enganayo inhlakanipho
Sebenzisa ngendlela e-wrong
Kugcine ngiphuma imphefumulo
Ngicela is'busiso engiyophila naso ingunaphakade
Ngoba lo wasemhlabeni nge ngihambe nako kuyosala
Ayipheli ek'feni impilo ay'pheleli emgodini weh
Uzungakhohlwa ukuthi usazoba yidlozi emndeneni wakho
Baba cela inhliziyo eyamukelayo
Ngizokwazi ukubhekana nezimo ezingehlelayo
Webaba mabacela kuwe
Bacela amandla bacela umcebo
Mina ngicela uthando nenhlakanipho
Webaba mabacela kuwe
Bacela amandla bacela umcebo
Mina ngicela uthando nenhlakanipho
'Thi umcebo wemali endondeni enganlo uthando udala umona
Nenzondo
Kugcina kuphume imphefumulo
'Thi ayingozi amandla asezandleni zendoda enganayo inhlakanipho
Sebenzisa ngendlela e-wrong
Kugcine ngiphuma imphefumulo



Авторы: Collen Medupi Sambo


Sjava - Umsebenzi
Альбом Umsebenzi
дата релиза
04-12-2020



Внимание! Не стесняйтесь оставлять отзывы.