Bhekumuzi Luthuli - Ngiyakholwa текст песни

Текст песни Ngiyakholwa - Bhekumuzi Luthuli



Wena mus'ukungikhipha emoyeni
Ungifak'enyameni ngiyakholwa manje mina angifuni ukulingwa
Wena mus'ukungikhipha emoyeni
Ungifak'enyameni ngiyakholwa manje mina angifuni ukulingwa
Wena mus'ukungikhipha emoyeni
Ungifak'enyameni ngiyakholwa manje mina angifuni ukulingwa
Wezwa ngobani ukuthi uyashaya wawu shaya bani umshayelani
Ngingakufaka unyawo mina uma ngithanda ngiyokushaya mfana ubaleke
Ucitheke njengamanzi kodwa ukholo lwami
Luyangincindezela wena ngathi uyakhohlwa ukuthi ngeke usamnaka
Wokhuluma ubala abala amagama akho
Sengizothandaza ngamandla
Sengizothandaza ngamandla
Ngoba vele usathane uhlala ebalinga abathandel'inkosi
Sengizothandaza ngamandla(oh ngivikel'ukholo lwami baba
Ng'qaba ukulingwa) ngobavele
Usathane uhlala ebalinga abathandel'inkosi(Sathane
Uhlala eseduze kwakho umauthandaza ekulinge ekulinge ekulinge)
Sengizothandaza ngamandla
Sengizothandaza ngamandla
Ngoba vele usathane uhlala ebalinga abathandel'inkosi
Wena mus'ukungikhipha emoyeni
Ungifak'enyameni ngiyakholwa manje mina angifuni ukulingwa
Wena mus'ukungikhipha emoyeni
Ungifak'enyameni ngiyakholwa manje mina angifuni ukulingwa
Wena mus'ukungikhipha emoyeni
Ungifak'enyameni ngiyakholwa manje mina angifuni ukulingwa
Wezwa ngobani ukuthi uyashaya wawu shaya bani umshayelani
Ngingakufaka unyawo mina umangithanda ngiyokushaya mfana ubaleke
Ucitheke njengamanzi kodwa ukholo lwami
Luyangincindezela wena ngathi uyakhohlwa ukuthi ngeke usanginaka
Ubokhuluma ubala amagama akho
Mina angisafuni ukubuyela enyameni
Ngoba enyameni kula okulele khona izono
Mina angisafuni ukubuyela enyameni (Ngoba inyama iyalingeka)
Ngoba enyameni kula okulele khona izono(Zono ziningi enyameni)
Mina angisafuni ukubuyela enyameni (Ngoba inyama iyalingeka)
Ngoba enyameni kula okulele khona izono(Zono ziningi enyameni)
Sengizo thandaza ngamandla(Ngivikel'ukholo lwami baba ng'qaba
Ukulingwa) Ngoba vele usathane uhlala ebalinga
Abathandel'inkosi(Sathane uhlala
Eseduze kwakho uma uthandaza ekulinge ekulinge)
Sengizo thandaza ngamandla(Ngivikel'ukholo lwami baba ng'qaba
Ukulingwa) Ngoba vele usathane uhlala ebalinga
Abathandel'inkosi(Sathane uhlala eseduze
Kwakho uma uthandaza ekulinge ekulinge ekulinge)



Авторы: Bhekumuzi Agrippa Luthuli


Bhekumuzi Luthuli - Gospel Hits - Bhekumuzi Luthuli
Альбом Gospel Hits - Bhekumuzi Luthuli
дата релиза
22-02-2008




Внимание! Не стесняйтесь оставлять отзывы.