Big Zulu - Ichwane Lenyoka текст песни

Текст песни Ichwane Lenyoka - Big Zulu



Angna bazali
Eshe!
Mina ngichwane lenyoka
Eshe!
Angina bazali ngiyi ntandane
Mina ngiyi nkabi edla yodwa
Anginabazali ngiyi ntandane
Angina bani ngiyi ntandane
Ngangi no ma no baba mina
Ngikhumbula u ma no baba mina
Ngangi no ma no baba mina yeee (ngikhumbula u ma no babamina)
Mina ngiyichwane lenyoka
Ngangi no ma no baba mina, (ngikhumbula u ma no baba mina)
(Ushuni wenkabi ayy)
Mina ekukhuleni kwami ngakhula ngingena bazali
Uthando la mama nola baba mina angilazi
Imfudumalo yekhaya eye ntokozo ungayi phathi
Yiko ng-li chwane le Nyoka ngafunda ukuphanta ngisemncane
Ayingoba ngang′ thanda kodwa nje ngaphoqwa isimo
Mangithi ngiyacela k'thiwe ukuphi owakho uyihlo
Ngangiyi ngane ngimncane ngasheshe ngafunda impilo
Ngangafuni okukhulu nganga suthiswa ukudla ucilo
Baba kwase kuphoqe ukuthi ngiphushe Ushuni we Nkabi ukuze ngivale indlala
Ngilale ngidlile kwakuyi nkani ngikhothe amanxeba umlomo uhlale igazi
Engekho engiyo khala kuye inyembezi ziwela phansi
Mina ngichwane lenyoka
Eshe
Angina bazali ngiyi ntandane
Mina nginkabi edla yodwa
Angnabazali ngi-ntandane
Angna bani ngi-ntandane
Ngangi no ma no baba mina
Ngikhumbula u ma no baba
Ngangi no ma no baba mina yeee. ngikhumbula u ma no baba
Mina ngiyichwane lenyoka
Ngangi no ma no baba mina ngikhumbula u ma no baba
(Shuni wenkabi ayy)
Ngiyasizwa isisho sithi isondo liyajika jika
Awu kodwa eyami impilo iloku iyazi phinda phinda
Ayebo ukwenza akufani khona ophila ngomshika shika
Sengiyisi cefe emphakathini sengaba inkiya nkiya
Umahleke ebulawa unogwaja odla nezinja, abanye inkinga ayipheli abanye ziphelela kubhiya
Amanzi aphuzwa phansi inyoni noma zingandiza ushuni wenkabi hamba nami kodwa ozondayo angajika
Baba bengifusa ukuthandaza, Bengifisa ukuphaphatha
Kodwa ekhuleni kwami into engiyaziyo ukunxanxatha lento iyangkhathaza ayihluki nokuthakatha
Idla nazo ziyayi hlaba inkabi udodi iyawuphalaza
Akekho ewangi fundisa, akekho owangkhulisa konke kwak′ lele kimi mina akhekho owang fikisa
Akekho ewangi busisa mangi khala akekho ewangi thulisa ngathola igeja ngimncane mina akekho ewangi shubisa
Mina ngichwane lenyoka
Eshe
Angina bazali ngiyi ntandane
Mina ngiyi nkabi edla yodwa
Anginabazali ngiyi ntandane
Angina bani ngiyi ntandane
Ngangi no ma no baba mina
Ngikhumbula u ma no baba mina
Ngangi no ma no baba ina yeee (ngikhumbula u ma no baba mina)
Mina ngiyichwane lenyoka
Ngangi no ma no baba mina (ngikhumbula u ma no baba mina)
Inkabi nation bayayi zonda ababhemi wo!
Ngangi no ma no baba, (ngiyamkhumbula u ma no baba mina)
Baba inkabi nation bayayi zonda ababhemi wo!



Авторы: Edward Gobizembe, Siyabonga Nene


Big Zulu - Ichwane Lenyoka
Альбом Ichwane Lenyoka
дата релиза
03-09-2021




Внимание! Не стесняйтесь оставлять отзывы.