CiCi - Indaba Ka Bami текст песни

Текст песни Indaba Ka Bami - Cici



Lal' esfubeni sami
Lalel' inhliziyo yami
Ibiz' igama lakho
Ifuna wena wedwa
Bamb' isandla sami
Uyizw' imizwa yami
Gijim' igazi lami
Ngifuna wena wedwa
(Hook)
Ng'yakuthanda baby, noma bethi awung'faneli
Pho indaba kabani leyo
Ehh indaba kabani leyo
Ng'yakuthanda baby, noma bethi awung'faneli
Pho indaba kabani leyo
Ehh indaba kabani leyo
Nhliziyo ithi nci nci bo ohhh
When i found the one
Buk' emehlweni ami
Bon' umphefumlo wami
Uk'jula kwenhliziyo yami
Ngibona wena wedwa
Sondez' eduze kwami
Kekho omunye ofana nawe
Thand' indlela ong'thanda ngayo
Ngibona wena wedwa
(Hook)
Ng'yakuthanda baby, noma bethi awung'faneli
Pho indaba kabani leyo
Ehh indaba kabani leyo
Ng'yakuthanda baby, noma bethi awung'faneli
Pho indaba kabani leyo
Ehh indaba kabani leyo
Nhliziyo ithi nci nci bo ohhh
When i found the one
Uyilanga, uyinkanyezi, uyikho konke engikudingayo empilweni yami ahh
Akekho omunye ofana nawe sthandwa
(Hook)
Ng'yakuthanda baby, noma bethi awung'faneli
Pho indaba kabani leyo
Ehh indaba kabani leyo
Ng'yakuthanda baby, noma bethi awung'faneli
Pho indaba kabani leyo
Ehh indaba kabani leyo
Nhliziyo ithi nci nci bo ohhh
When i found the one



Авторы: Kgosi Mahumapelo, Ndumiso Mdletshe, Sakhile Manqele, Sphelele Dunywa


CiCi - Busisiwe
Альбом Busisiwe
дата релиза
30-11-2017


Еще альбомы
Исполнитель Cici, альбом Sukulila
2021
Исполнитель Cici, альбом Runaway
2016
все альбомы


Внимание! Не стесняйтесь оставлять отзывы.