G-ney - Aluhlangani Ucu текст песни

Текст песни Aluhlangani Ucu - G-ney



Namhlanje yasho lokhu intombi
Kusasa yasho okunye
Sesiside lesiskhathi ngigudla intaba
Aah
Sekukaningi beng'cobelela, sekuphele amagama
Sawusutshela mina ngenzenjani manje
Aah ooh yeheni wemadoda
Ooh aah ngilekeleleni
Ntombi washona le
Washona le
Kwashona amalanga
Ntombi washona le
Washona le kwenzenjani
Ntombi washona le
Washona le
Kwashona amalanga
Ntombi washona le
Washona le
Ngabe ucu aluhlangani yini?
Ub'hlobo engibakhayo
Ngiqome ntombi ngiqome
Ntombi ekhaya isbaya
Sigcwele inkomo ngiqome
Sekukaningi beng'cobelela, sekuphele amagama
Sawusutshela mina ngenzenjani manje
Aah ooh yeheni wemadoda
Ooh aah ngilekeleleni
Ntombi washona le
Washona le
Kwashona amalanga
Ntombi washona le
Washona le kwenzenjani
Ntombi washona le
Washona le
Kwashona amalanga
Ntombi washona le
Washona le
Ngabe ucu aluhlangani yini?
Ntombi washona le
Washona le
Kwashona amalanga
Ntombi washona le le le le le le
Ntombi washona le
Washona le
Ngabe ucu aluhlangani yini?



Авторы: Ntethelelo Ndlovu


G-ney - Aluhlangani Ucu
Альбом Aluhlangani Ucu
дата релиза
21-07-2024




Внимание! Не стесняйтесь оставлять отзывы.