Текст песни Ngifun' Izulu - Lusanda Spiritual Group
Ngingumfokazi
laph'emhlabeni
Ngifun'izulu,ikhaya
lam
Nom'inkathazo
isendleleni
Ngophumelela
njoJesu
wam
Useceleni
eduze
nami
Ebheka
njal'ukuhamba
kwam
Uzongisiza
nasekufeni
Angingenise
ekhaya
lam
Noma
ngigqok'amanikiniki
Ikhon'ingubo
emhlophe
qhwa
Icolekile
ngizoyembatha
Mhla
ngiqedile
ibanga
la
Nxa
nginosizi
nezinkathazo
Ngihlekw'usulu,ngidelwa
nje
Kolunga
konke
nxa
ngingenile
Ekhaya
lami
elihle
hle
Noma
ngithwele
isiphambano
Sinzima
sona,ngisindwa
la
Ngizowuthola
umqhele
lapho
Okokuphila
Haleluya!
Ngimbone
yena
ongithandayo
Ngihlale
naye
uMfeli
wam
Ngihube
khona
igam'elisha
Lokudumisa
iNkosi
yam
Внимание! Не стесняйтесь оставлять отзывы.