Mashayabhuqe KaMamba - KwaDukuza текст песни

Текст песни KwaDukuza - Mashayabhuqe KaMamba



Udlame aluhlekisi bo
Hey udlame aluhlekisi bo
Ukudlala ngamatekisi bo
Madoda khuzani naludlame, abantu bayakhala
Hai kumnyama kufela amandl'ami bafuna izi mali zami
Ngifela amandl'ami
Kwadukuza bo!
Yilapho esalishiya lilele khona, lilele khona
Kwadukuza bo!
Yilapho esalishiya lilele khona, lilele khona
Bathi bam'qedile kanti bagetshile
Iwele ilembe
Bathi bam'gqibile kanti bam'thumbile
Iwele ilembe ilembe
Hai olwane udlame hai, khuzani mama
Hau hau ngizohlala ngim'lindile, kukhala[?]
Hai konakelephi? rra! [?] baphela abantu
(Ake nitshele iziqoqo zihlise imimoya kufiwe [?])
Hmmmm Hulumeni khuzani bo nathi sibukela isizwe sishabala bo hai
Senzeni thina bo? (senzeni thina)
Senzeni thina bo?
Kwadukuza bo!
Yilapho esalishiya lilele khona, lilele khona
Kwadukuza bo!
Yilapho esalishiya lilele khona, lilele khona
No no no no no no, no no no no no no
Oh oh oh oh oh oh oh oh Lord, oh oh oh oh oh oh Lord
Bahlobo bami zitha zami, vulani izinhliziyo zenu
Bantwana bami bashana bami, nivikele izimpilo zenu
Umuntu uyafa emini lingaka shoni ilanga
Lapho i Owner lishe emini lingaka shoni ilanga
Hai udlame seludlamile bo! isimo sesishintshile bo!
Siyancela webafwethu wee! siyancenga wemadoda wee!
Washonaphi lonembeza wee! asixoxeni webobaba wee!
Isimuncu nalendaba
Kwadukuza bo!
Yilapho esalishiya lilele khona, lilele khona
Kwadukuza bo!
Yilapho esalishiya lilele khona, lilele khona




Mashayabhuqe KaMamba - KwaDukuza
Альбом KwaDukuza
дата релиза
28-10-2016




Внимание! Не стесняйтесь оставлять отзывы.