Mnqobi Yazo feat. Big Zulu - Zamalek текст песни

Текст песни Zamalek - Big Zulu , Mnqobi Yazo



Ubaba wami yena wayeshaya i-zamalek Wayeyishaya impela kuze kuse
Ekseni Ubaba wami yena wayeshaya i-zamalek Wayeyishaya impela kuze
Kuse ekseni Ethi kimi noma ngidakiwe ngiwu babakho wemntanami Noma
Ngiphuzile ngiwu babakho wemntanami Noma ngidakiwe ngiwu babakho
Wemntanami Noma ngiphuzile ngiwu babakho Emalunde Ehh emalunde (
Shuni Wenkabi) Ake ninginike ithuba (
Emalunde) Ngike ngikhulume ngobaba Unyoni kayiphumuli gama lentsizwa
Wayengithanda Ayy suka ngiyamkhumbula,
Noma ubaba wayeb′hlaba Asikaze salala singadlile umngena endlini
Wayewuphatha Baqinisile bathi kuyofa
Iyntsizwa kuyosala iy'bongo Phansi ema
Xhoseni kuyofa iyntsizwa kuyosala iyntonga Sifike sidle ipapa umngena
Ndlini kuyosala iykhokho Efike ehamba phansi zamalek kulamule iyhlobo
Ubaba ngiyamkhumbula wayevuka ngama vovo Liyaphuma liyashona ubaba
Isuthiswa idoko Athi sethintile ubaba uhambe ngamadolo Athi unyoko
Ngamlobola mina ngamkhiphela iynkomi Ubaba wayengakhohlwa ukuthi
Mfana wami ngiyakhuthanda Ephuma emthonjweni wenjabulo wathi ngiyihlo
Ngyak′zala Angidonse nge bhayisekile bese sigqoke ngokufana Ubaba
Wayephila nje mina akaze wangilahla Ubaba wami yena wayeshaya
I-zamalek Wayeyishaya impela kuze kuse ekseni Ubaba wami yena
Wayeshaya i-zamalek Wayeyishaya impela kuze kuse ekseni Ethi kimi
Noma ngidakiwe ngiwu babakho wemntanami Noma ngiphuzile ngiwu babakho
Wemntanami Noma ngidakiwe ngiwu babakho wemntanami Noma
Ngiphuzile ngiwu babakho Emalunde K'semalunde emalunda mah Emalunde (
Ihela wayeland'emalundi) Baba noma usuphuzile kodwa ubusithanda Noma
Inhliziyo yam yona ibikhathala
Kodwa uthando lwakho lona belinamandla (
Mandla) Amandla wakho ubungawavezi kithi Uthando lona obeludcwele
Kithi Mangithi phela ubusihlukumeza ngabe ngiqamba amanga phambi
Kobuso bakho Baba ngabe ngisegwe imithi abantu impela bamila
Iympondo emini Ngoba amanga lawo
Impela bamila iympondo emini Ngoba we
Mbuyazi, ngoba we Mbuyazi Ubaba wami yena wayeshaya i-zamalek
Wayeyishaya impela kuze kuse ekseni Ubaba wami yena wayeshaya
I-zamalek Wayeyishaya impela kuze kuse ekseni Ethi kimi noma
Ngidakiwe ngiwu babakho wemntanami Noma ngiphuzile ngiwu babakho
Wemntanami Noma ngidakiwe ngiwu babakho wemntanami Noma
Ngiphuzile ngiwu babakho Emalunde Ehh emalunde, emalunde
Source: Lyric
Find




Mnqobi Yazo feat. Big Zulu - iStiff - EP
Альбом iStiff - EP
дата релиза
26-11-2021



Внимание! Не стесняйтесь оставлять отзывы.